18/06/2026
Thokozani 👏👏👏
🕯REPOST KWABANGENAYO🕯
📍Ngicela sibheke nawa Amaphupho Ahlupha Abantu Abaningi.
📍Kunomehluko phakathi kokuphupha Ingane ( New Born ) nd Abantwana Asebakhulile Abathumekayo.
🕯Ukuphupha Ingane ( New Born )
📍Ukuphupha ubelethe ingane
📍Ukuphupha ingane izikakele
📍Ukuphupha unikwa ingane
📍Ukuphupha Usula ingane Amakaka
📍Ukuphupha unxelisa ingane
📍Ukuphupha uzala ingane
🕯Khumbula ukuthi ingane isiphiwo esivela Kumdali, Nalawo Maphupho ubowabhekisisa kahle,ukuthi leyo ngane unikwa ubani,bewukusiphi isimo kulelo phupho.
🕯Ingane Kuyaba i Sign Yokuphumelela kwemizamo yakho Kuya ngokuthi uyinikwa ubani.
🕯Iningi lazi ukuthi ukuphupha ingane Isilwane Yebo kunjalo isilwane vele iskhathi esiningi, awalunganga lamaphupho Ubonaka ukuthi mawuphupha lamaphupho Izinto zakho zivele zibhede kungalungi lutho.
🕯Amaphupho Okuphupha ingane Ahambisana Nokuphupha ulala nomuntu ongamazi nomaziyo ilaphoke kufike kumosheke khona bese lento yakha isicitho,isinyama kubheda kwempilo nama relationship.
📍Khumbula ukuthi isilwane siyathunyelwa,Uyanikwa Sihlale nawe usibelethe sibe ngesakho,Bhekisisa ke loku engikushoyo.
📍Kwi post Elandelayo ngizokhuluma ngamaphupho Wabantwana Abakhululile. Amen🙏
makukhanyane kwande,I am available for the day if u need my help
0655301490