Prophet Magejageja

Prophet Magejageja A Prophet, A Healer and A deliverer the most trusted voice of God

03/09/2026
Ungaphuthelwa
03/09/2026

Ungaphuthelwa

02/09/2026

Akungenwa mese kuphunywe kusafana. Ubufakazi into yezinsuku zonke impela Wenza Konke. Ilanga maliphakama liphakama nobufakazi ngempilo yomuntu. Ngingayeka kanjani ke ukukholwa ukuthi nalona engathi kunzima kuye kusangakhanya!

01/09/2026

Ubuhlungu obuza enyameni usuke ububonile ngamehlo uneIdea yento okumele uyilaphe noma uyivike. Umoya uhlukile ugadla uqede ngomuntu aphele kanti umsuka wenkinga usemoyeni. Isikhali esishaya inyama singcono kuyabonakala singene kuphi sikhishwe kodwa esiseMoyeni kuhlukile. Ukufa komuntu okubhlungu kuqala emoyeni.

Thandaza ungayeki. Zisukumele ungayeki, umoya wakho uziwa nguwe kanti futhi impi yemimoya ephezu kwakho iqeda wena.

Durban YMCA kusasa Saturday 29 August 10am285 Berg Street Pietermaritzburg Sunday 30 August 10amMonday KwaMhlanga Mounta...
28/08/2026

Durban YMCA kusasa Saturday 29 August 10am

285 Berg Street Pietermaritzburg Sunday 30 August 10am

Monday KwaMhlanga Mountain View Mpumalanga Province 31 August 10am

Weekend kaNtate Magejageja Imi kanje
27/08/2026

Weekend kaNtate Magejageja Imi kanje

24/08/2026

Khona lezinyembezi ezehla ngenxa yokumangala lezi zokuphefumula inkululeko,lezi zokubonga amazwi ungenawo........ungayeki kusamele ujabule wena

21/08/2026

Menzi weZinto Zenzeke uwuqalile umsebenzi futhi uzowufeza akukho lutho eyovimba uWenza Konke

Siqalekiso Kimi

Address

285 Berg Street
Pietermaritzburg

Telephone

+27672874180

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Prophet Magejageja posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Prophet Magejageja:

Shortcuts

Share