Isaiah 54:13 Children's Prayer Ministry

Isaiah 54:13  Children's Prayer Ministry Sent by God from MMI Church Mthwalume under Archbishop TE Nxumalo & Bishop TR Nxumalo.

Teaching & praying for children | John 10:10 | Covering with the Blood of Jesus 🩸

07/09/2026

Let us pray for our Children And teach them how to pray!!!!

John 10:10Johane 10 : 1010. Isela kalizi kungengokweba nokubulala nokubhubhisa; mina ngize ukuba babe nokuphila, babe na...
16/08/2026

John 10:10
Johane 10 : 10
10. Isela kalizi kungengokweba nokubulala nokubhubhisa; mina ngize ukuba babe nokuphila, babe nakho kuchichime. (Isizulu)

The thief comes only to steal and kill and destroy; I have come that they may have life, and have it to the full. (NIV)

25/06/2026
19/06/2026

*Siyabonga Marburg Primary!*

Inqaba Yokuphephela iyabonga kakhulu, uNkulunkulu, neMarburg Primary School ngokungisiza ngisebenze kubantwana benu.

Sashumayela iZwi leNkosi πŸ“–
Sabaluleka i-one on one, sabaqonda umuntu ngamunye πŸ‘¨β€πŸΌ
Sabakhulekela ukuvikela i-social illnesses ezinsizeni zethu πŸ™‡πŸ½β€β™€οΈπŸ™

Ukuqhubeka nendlela enhle, abantwana benu basesandleni esihle.
INkosi ibabusise uthisha nabazali!

19/06/2026

*Siyabonga Marburg Primary!* John 10:10

Inqaba Yokuphephela iyabonga kakhulu, uNkulunkulu, neMarburg Primary School ngokungisiza ngisebenze kubantwana benu.

Sashumayela iZwi leNkosi πŸ“–
Sabaluleka i-one on one, sabaqonda umuntu ngamunye πŸ‘¨β€πŸΌ
Sabakhulekela ukuvikela i-social illnesses ezinsizeni zethu πŸ™‡πŸ½β€β™€οΈπŸ™

Ukuqhubeka nendlela enhle, abantwana benu basesandleni esihle.
INkosi ibabusise uthisha nabazali!

23/05/2026

Johane 15 : 4-5
4. Remain in me, and I will remain in you. No branch can bear fruit by itself; it must remain in the vine. Neither can you bear fruit unless you remain in me. (NIV)

5. I am the vine; you are the branches. If a man remains in me and I in him, he will bear much fruit; apart from me you can do nothing. (NIV)

22/05/2026

Luka 9 : 62
62. Kodwa uJesu wathi kuye: β€œAkakho othi esebeke isandla sakhe egejeni, abuke emuva, ofanele umbuso kaNkulunkulu.” (Isizulu)

Jesus replied, "No one who puts his hand to the plow and looks back is fit for service in the kingdom of God." (NIV)

21/05/2026

Izaya 43
1.Kepha manje usho kanje uJehova owakudalayo wena Jakobe, nowakubumba wena Israyeli, uthi: β€œUngesabi ngokuba ngikuhlengile, ngikubizile ngegama lakho; ungowami.

2 Lapho udabula emanzini, mina nginawe; nasemifuleni, ayiyikukukhukhula; lapho uhamba emlilweni, awuyikusha, nelangabi aliyikukushisa.
--------------------
Angazi uya kuphi namhlanje noma yini oyoyiqala,noma yini ekuphethe kabi, kukhokonke uNkulunkulu uthi angikutshele:

ungesabi unaweπŸ™uyena okubize ngegama lakho , ungowakhe wenaπŸ™‡πŸ½β€β™€οΈπŸ™

10/05/2026

To God be the glory uyaqhubeka umsebenzi wokuvikela abantwana sobuye sifake izithombe namavideo ngemvume kaNkulunkulu neyabazali

Siyabakhulekela, sibafundise futhi sibaqwashise, sisebenzisana nawo wonke amadepartments

"Yizwani lokho akushoyo uMoya emabandleni"

07/05/2026

Mayibongwe iNkosi John 10:10
Angiyena umuntu othanda ufacebook nokuposta kodwa ngibone kuzoba lula ukufinyelela kubantwana abaningi ngokushesha

Siyabonga bazali siyawathola amalist amagama abantwana siyakhuleka futhi siyascheduler ukuzobathinta futhi sibonana sixoxe ningadideki njalo masithi abantwana ( From osesiswini to Adult Youth ( Vumelani abantwana beze kimi ningabanqabeli ngokuba ukuphepha kwabo kula. Uselhulumile umlomo ongathethimanga uMninimandla wonke

Okwaziyo ukubaqoqa ngakubo noma ngakwakhe enze kanjalo sizofika qathatha sizobabiyela

Uyalalelwa uNkulunkulu πŸ™πŸ½ πŸ™πŸ½ πŸ™πŸ½

Address

Mthwalume, Nyanwini, Khoza Road
Port Shepstone
4240

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Isaiah 54:13 Children's Prayer Ministry posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Isaiah 54:13 Children's Prayer Ministry:

Shortcuts

Share