The Blue Heaven Apostolic Church in Zion

The Blue Heaven Apostolic Church in Zion Ibandla likaNkulunkulu elizithobile eliphila ukushumayela ivangeli nensindiso kubantu bonke.... Eyokuqala ephume ngonyaka ka 2011 esihloko esithi NAMHLA ELENGA.

IBlue Heaven ibandla likaNkulunkulu laseZion eliholwa nguBishop EN Buthelezi, eMondlo eVryheid. Lineminyaka engaphezu kwengama - 40 lasungulwa kanti lisakwazile ukuguqula izimpilo zabantu ngentshumayelo nangezwi likaNkulunkulu ngokwakha ama branch angu 12 iSouth Africa yonke...

Liphinde lidlulise izwi likaNkulunkulu ngomculo osezingeni eliphezulu njengoba linama Album amabili. IAlbum yesbili isih

loko sithi SHUMAYELA ephume ngonyaka ka 2016, kanti iyatholakala zinkalo zonke zezwe kulenombolo ethi 0615224436

Umculo waseBlue Heaven uyaqikelelwa ukuthi wenelisa wonke umuntu ongaphakathi njengoba sine chorus, nezihlabelelo kanti ama chorus leader ebandla ayaqikelela ukuthi iziphiwo zabazalwane zomculo akuhlalwa phezu kwazo, wonke umuntu uyalithola ithuba lokuziveza, kanjalo nongenalo ulwazi lomculo uthola izimfundiso ezanele ukuthi aphume eseqeqeshekile. Bonke abazalwane bamukelekile ukubuza noma ngabe yini abafisi ukucosha ulwazi ngayo ngalelibandla njengoba kungelona elethu noma abathile kepha lingelikaNkulunkulu, udumo silunika yena yedwa umfeli wethu. Amen

13/11/2025

Amen MaBlue Heaven may the lord God be with you UNkulunkulu abenani nibe nosuku oluhleπŸ’™πŸ’šπŸ€

01/10/2025

Amen MaHeaven ngithi anginikhubuze ngoMgqibelo Mhlaka04 ngiyacela sihlangane sonke eVryhied sizohlanganyela kaBaba uBishop uVilakazi eLoction endlini yeNkonzo ngiyanicela nonke MaHeaven simenyiwe ngiyathoba kini nonke Ngiyabonga

oBhalile Mshumayeli T ButheleziπŸ™

Amen Bazalwane Niyamenywa nawu umkhosi....xhumana noNobhala ku 0721110115
05/09/2024

Amen Bazalwane

Niyamenywa nawu umkhosi....xhumana noNobhala ku 0721110115

05/04/2024

Amazwibela ePhasika....

Siyanibingelela Bazalwane egameni elihle lenkosi yethu uJesu Krestu. Sidlulisa nasi ismemo sokuba nihlanganyele kanye na...
25/03/2024

Siyanibingelela Bazalwane egameni elihle lenkosi yethu uJesu Krestu.

Sidlulisa nasi ismemo sokuba nihlanganyele kanye nathi kulomgubho wePhasika enkonzweni ezoqala ngoLwesihlanu emini ngezi 29 March ize iphele ngeSonto ekuseni ngoMhlaka 31 March.

Kuwona wonke ama Branch ethu eNingizimu Afrika ezokuthutha zihleliwe xhumana noNobhala Jikelele uMama Z Majola ku 072 111 0115.

UNkulunkulu anibusise nisahlelela lomkhosi ongaka, size sibonane maduze. Amen!

Woza Masingene ebukhoneni beNkosiπŸ™
27/03/2023

Woza Masingene ebukhoneni beNkosiπŸ™

Siyabingelela kubona bonke abazalwane

Sifisa ukudlulisa ukubonga kunina nonke eneseka ibandla le Blue Heaven

Sicela namukele nasi ismemo sokuba nihlanganyele kanye nathi enkonzweni yePhasika ehlelwe kanje:

Usuku: 07 - 09 April 2023
Indawo: EMondlo, eHhovisi Lamatekisi (Vryheid)
Isikhathi: NgoLwesihlanu ngehora le- 10 ekuseni kuze kube iSonto ngehora lesi- 8 ekuseni

UNkulunkulu anihlenge nisalungisela lenkonzo. Amen

Ngemininingwane, xhumana noNobhala Jikelele webandla uNkkz Z Majola ku 0721110115

β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”-

Siyabingelela kubona bonke abazalwaneSifisa ukudlulisa ukubonga kunina nonke eneseka ibandla le Blue Heaven Sicela namuk...
27/03/2023

Siyabingelela kubona bonke abazalwane

Sifisa ukudlulisa ukubonga kunina nonke eneseka ibandla le Blue Heaven

Sicela namukele nasi ismemo sokuba nihlanganyele kanye nathi enkonzweni yePhasika ehlelwe kanje:

Usuku: 07 - 09 April 2023
Indawo: EMondlo, eHhovisi Lamatekisi (Vryheid)
Isikhathi: NgoLwesihlanu ngehora le- 10 ekuseni kuze kube iSonto ngehora lesi- 8 ekuseni

UNkulunkulu anihlenge nisalungisela lenkonzo. Amen

Ngemininingwane, xhumana noNobhala Jikelele webandla uNkkz Z Majola ku 0721110115

β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”β€”-

12/07/2022

Our Arch Bishop EN Buthelezi

Amen bathandwa benkosi ngyathemba inkosi isanigcinile asihlanganeni oLundi mhlaka 30 amen
10/07/2022

Amen bathandwa benkosi ngyathemba inkosi isanigcinile asihlanganeni oLundi mhlaka 30 amen

Ibandla elaqala labusiswa, ibandla elaphuma enxebeni
28/06/2022

Ibandla elaqala labusiswa, ibandla elaphuma enxebeni

Namuhla kuzalwa usisi Thandekile uAunt wethu akesithi happy birthday MaMthembuβ€οΈπŸŽ‚πŸŽ‚πŸ™Œ
06/06/2022

Namuhla kuzalwa usisi Thandekile uAunt wethu akesithi happy birthday MaMthembuβ€οΈπŸŽ‚πŸŽ‚πŸ™Œ

Address

EMondlo
Vryheid

Telephone

+27731603100

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when The Blue Heaven Apostolic Church in Zion posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to The Blue Heaven Apostolic Church in Zion:

Share