Guardian Christian Apostolic Church

Guardian Christian Apostolic Church Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Guardian Christian Apostolic Church, Religious organisation, eMondlo, Vryheid.

22/06/2023
BAZALI ASIBAFUNDISE ABANTWANA UKUTHI: 1.Umuntu omdala akabukwa emehlweni2 Umuntu omdala akacelwa imali3.Akushiwo ukuthi ...
10/12/2021

BAZALI ASIBAFUNDISE ABANTWANA UKUTHI:
1.Umuntu omdala akabukwa emehlweni
2 Umuntu omdala akacelwa imali
3.Akushiwo ukuthi "wena" ku muntu omdala
4.Akuhlalwa endlini uma abantu abadala bexoxa nezivakashi
5.Akuhlafunwa ichapies
6.Akulalwa kungageziwe
7.Akushiwo ukuthi "ehena" kumuntu omdala
8.Mfundise esemncane ukuthi akungenwa ekamereni lakho unganokhile
9.Mfundise ukwemukela into ngezandla zombili futhi athi 'NGIYABONGA"
10.Mfundise ukuwasha ISITSHA Kade edla ngaso
11.Fundisa UMNTWANA ukubingelela
12.Ungayivuni INGANE uma yonile
13.Ungakhulumi kabi ngo makhelwane phambi kwengane
14.Uma nixabana, bazali, qhelani ezinganeni, ningathukani phambi kwabo
15.Hayi bo, yeka ukuyethuka ingane, ungatshali imbewu embi engangeni
KHULISA UMNTWANA NGENDLELA OKUYAKUBA NGEYAKHE, NOMA ESEKHULILE AKAYIKUSUKA KUYO!

06/04/2021
12/08/2020
20/07/2020

Amen nangalesi skhathi

Address

EMondlo
Vryheid
3105

Telephone

+27795599492

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Guardian Christian Apostolic Church posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share