10/05/2026
"Uyawuvula umlomo wakhe ngokuhlakanipha,
nomthetho womusa usolimini lwakhe.
Uyaqaphela okwenziwayo endlini yakhe,
akadli isinkwa sobuvila". Izaga 31:26-27
Sinifisela usuku oluhle bomama bethu, sibonga uthando nemfundiso enisipha yona ngamazwi nangezenzo zempilo yenu. Sengathi uNkulunkulu anganilonda aniphe amandla nempumelelo.