Saint Johannes National Church Of Zion

Saint Johannes National Church Of Zion Saint Johannes Also Known As Ama-Golden, Izayoni Zakwa-Hlabazihlangane Kwa-Mashu Led By Arch Bishop S. Chiliza

Info/Queries [email protected]

20/05/2024

1 Thesolinika 5 : 1 - 2

1. Kepha ngezikhathi nangemizuzu, bazalwane, anisweli ukulotshelwa,
2. ngokuba nina uqobo niyazi kahle ukuthi usuku lweNkosi luza njengesela ebusuku.

25/03/2020

: Amen bazalwane, njengoba umhlaba wonke ubhekene nesifo "Corona Virus" esabalala kalula futhi ngokuphuthuma siyacela wonke amalunga ebandla nomphakathi uphathe kahle silandele imigomo ebekiwe.

Information about Covid-19

* i-coronavirus amagciwane adala izinkinga zokuphefumula, engabuye ibukeke njengomkhuhlane ojwayelekile. Lamagciwane atholakala ngamathe and lingena emehlweni, emakhaleni nase-mlonyeni. Kubalulekile ukuwasha izandla ngamanzi afudumele nensipho ngasosonke isikhathi ngoba leligciwane yihlala isikhathi eside ezintweni esizisebenzisa njalo njengamafoni, imnyango, izipuni, izinkomishi etc.. ngalokho kubalulekile ukuwasha izandla njalo futhi ungazithinti ubuso. Emakhaya ethu asiqikelele ukuhlanzeka, sibenama-hand sanitizer. Amen

Sikhuleke emakhaya imihlangano yabazalwane isamile okwamanje.

09/06/2019

Inkonzo Yase-Mbelebeleni
Date: 09 June 2019
Time: 10h00 - 15h00
Dress code: Brown

29/05/2019

Mzalwane qaphela ulimi lwakho ngoba kunamandla. Ngamazwi akho amahle uvuselela ithemba nothando komunye umzalwane/ noma umakhelwane. Qikelela ukwenza kahle nokukhuluma kahle njalo kuzekube yinjwayelo kuwena, ngalokho abasondelene nawe bazofunda kuwena ngoba wena uyintshumayelo enhle, intshumayelo yokulunga. Amen.

27/05/2019

Umshumayeli 5 1:7

Amen.

24/05/2019

Inkonzo yokukhumbula u-Arch Bishop Moses Mandlakayise Richmond

Date: 25 May 2019
Place: Kwa-Mashu D (Ekama)
Time: 20h00 - 04h00
Ingubo: Yellow

Word: Heb 13: 7
"7. Bakhumbuleni ababenihola bekhuluma izwi likaNkulunkulu kini, niqonda ukuphela kokuhamba kwabo, nilingise ukukholwa kwabo."

10th anniversary yalenkonzo yokukhumbula ubaba uMoses hosted by Arch Bishop S. Chiliza of Saint Johannes National Church Of Zion

19/04/2019

AMAZWI AYISIKHOMBISA KAJESU ESIPHAMBANWENI

1. "Baba, bathethelele, ngoba kabakwazi abakwenzayo" Luke 23 v 34

2. "Namuhla uzakuba lami ePharadise" Luke 23 v 43

3. "Nanso iNdodana yakho; nangu uNyoko" John. 19 v 26-27

4. "Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami, ungishiyelani na? Mark 15 v 34 Mat 27 v 4

5. "Ngomile!" John 19v28

6. "Kufeziwe!" John 19 v 30

7. "Baba, ezandleni zakho ngibeka umoya wami" Luke 23 v 46

Amen

Address

D443 Ntunjambili Road, Kwa-Mashu
Durban
4360

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Saint Johannes National Church Of Zion posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Saint Johannes National Church Of Zion:

Share