Mthandaz Dlamini

Mthandaz Dlamini Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Mthandaz Dlamini, Religious organisation, Jabu ngcobo Road upper buffelsdraai number 4, Verulam.

Sanbonan u veli lona insizwa engumthandaz syakhulekisan kant futh syakhulisana laykhaya 0634493t42 ngse verulam ngokuhlala ungabuza nom ngab yin ekudidayo okany ofis ukuyaz kakhulkaz mawumunt ohlushwa

26/02/2024

"Lalela Mtasekhaya omunye wathenga 2ltr we coke wayiphuza yaphela walahla isgubhu ngabuya ngascosha , ngob wayes’tshingele egceken ngayosfaka amanzi efridgen. Ngenye iday wafika wacela amanzi ngakhipha ase fridgen ngamnika wona lawa akulesa sgubhu engascosha kuye wathi "Lamanzi abanda kamnandi yooh and angisizile kulelilanga kade selingshisa" Lalela... ngithi kuwena noma ngathiwa sewulahliwe empilweni kodwa bakhona abazoku cosha bekusebenzise ngendlela efanele kuze kumangale bona laba abakulahlile ,nalaba abakubukela phansi🥺❤ uNkulunkulu namaDlozi akini angeke akunike isimo sokuhluleka🙌🤞🤜"

Ukuhlambulul kubalulekil ngba zining izint ezenzakalay nesizeqayo kant nesthunywa syading ukba usihlambulule
19/02/2024

Ukuhlambulul kubalulekil ngba zining izint ezenzakalay nesizeqayo kant nesthunywa syading ukba usihlambulule

01/02/2024

Zingan zakweth nina eniseduzan selikhulumil ikhehla u MASHOSHELA uth abantwana bethonga nge weekend ka mhlaka 16 asihlanganen e maoti bantwan bethonga R300 umunt ukuze sthol okphuzwayo nokudla noma ngab awyen umntwan wethonga ungeza no R300 wakh ngek ubandlululek uzothol usizo koyiwa nasemanzin fr more information xhumana nam 0634493542 ku whatsapp

Send a message to learn more

24/01/2024

0634493542 zongthol laph ku whatsapp s**e sicing ukth kant lokuhluphek okukmbathil aksakudedel ngan naw ufane neziny ingan impil iqhubeke

16/01/2024

Imihlola abathandaz sebabhala phans izilim bazi practice

Salusubuya jesu

13/01/2024

Namhlanj ngith noma ngab sewudelile,sewuzamile wahluleka keph akulung luth uthandazile waz wa faster kepha aklungi lutho ngith namhlanj ukuzwil unkulunkul khumbula baning abath nkos kdwa bayingcosan abayowbon umbus wezulu ngalokho ngith phosa ukholo lwakh ekujulen khumbula indodan yomunt yafika sebedelil bedoba ubsuku bonke yath phosan ekujulen kolwandle nangempel babuya nezinhlanz

Ngith kuwe nam namhlanj awuphos ukholo lwakh ekujulen kwenhliziy yakho bes ulindel amandla kankulunkul akukhusele bonk abebeth ngek uphumelel empilwen yiba i testimony ukth munye uthixo

12/01/2024

Unyaka uqala nje.

Ngfis ngathi umdali enganibusisa ngokujula komqomdo. Ningahluleli kepha nibe nesbindi sokubuza imibuzo uma ningaqondisisi.

Nginifisela uluzithanda nokuzethemba okumhenamkhawulo, ngokuba amandla ayisimanga anongamele

Send a message to learn more

12/01/2024

Inkos yomus inibusise

Uboke uthol umhlambamanz uwugaye ube impuph bese ufaka amaqanda amabili ebhakeden ukhe i spoon salomhlambamanz uyofeza emfulen ohambay ucele kukhany izinto zakho kuth laba abakfisel okubi noma abakugadlayo ingenzek intando yabo kepha kukhany empilwen yakho AMEN

12/01/2024

Address

Jabu Ngcobo Road Upper Buffelsdraai Number 4
Verulam

Telephone

+27634493542

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mthandaz Dlamini posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share