The Corinthian Church of S.A "kwahlaba-zihlangane"

The Corinthian Church of S.A "kwahlaba-zihlangane" Amagolden amahle lawa. Isigodlo siseMalukazi la umqali wendlela ayesebenzela khona bese isonto elikhulu libe Enkanyezini ka E emlazi.

22/08/2024

Amen siyanibingelela egameni elihle lenkosi yethu uJesu.

Besicela ukudlulisa okulandelayo kubazalwane bonke benkonzo yamaGolden.

1. Sicela ukuthi izivatho zesiprofetho zigqokwe lapho kusuke kunomkhosi osuke uhleliwe ukuthi zivathwe ngawo.

2. Lapho siya emngcwabeni sicela ukuthi abazalwane bagqoke ijoyini abanawo, kodwa uma ungenalo bonke abazalwane bacelwa ukuthi bagqoke umnazaretha omhlophe onebinding eblue okungumnazaretha wokuqala emuva kokukhetha inkosi. OR White and bottle green

3. Sithanda ukudlulisa lokhu ngoba Kunephutha esilibona lenzeka lapho kunomfihlo, uthole abazalwane ikakhulukazi elusheni begqoke iminazaretha yeziprofetho enhlobonhlobo.

4. Besicela sigcizelela ukuthi lapho kunezinkonzo zomfihlo kuvathwe umnazaretha omhlophe onebinding eblue or bottle green Uma umzalwane engenalo ijoyini.

KAKHULU SICELA INHLONIPHO

By order:

Youth Committee

24/07/2024

Sekunjalo magolide amahle...sibheke khona manje Inkanyezi yokusa isikhulumileπŸ™πŸ™

25/06/2024

Umphetho wengubo yakho πŸ™πŸ™πŸ™

27/03/2024

Sekunjalo magolide amahle asiphume futhi ngobuningi bethu. Nikhumbule iphasika lonke kugqokwa ingubo emhlophe....utshele nabanye🫑🫑

30/11/2023

Sasiyofihla omunye womama benkonzo lana. Continue resting in peace MaMyeza❀️

Ningayenzi imsebenzi yobumnyama egameni lika Baba uHlabayhlangane qaphelani izithwalo zokupholofida nokwelapha ngokwesin...
07/11/2023

Ningayenzi imsebenzi yobumnyama egameni lika Baba uHlabayhlangane qaphelani izithwalo zokupholofida nokwelapha ngokwesintu ingilozi ka Baba ayithokozi ngalokho Funa ulinde ibhande ukhuleke ucele umoya ongcwele nengilozi ikhulume ngyokwenza njalo uJehova uyakuba nomusa kuwe nokuwo umndeni wakho uqobo.

We have reached 4K followers! Thank you'll for your continued support. We could not have done it without each other. πŸ™πŸ€—πŸŽ‰
15/07/2023

We have reached 4K followers! Thank you'll for your continued support. We could not have done it without each other. πŸ™πŸ€—πŸŽ‰

Zazinhle izingane zikababa Emzomusha ka Arch Dladla πŸ€ŒπŸ½πŸ€ŒπŸ½πŸ‘ŒπŸ½πŸ‘ŒπŸ½
08/05/2023

Zazinhle izingane zikababa Emzomusha ka Arch Dladla πŸ€ŒπŸ½πŸ€ŒπŸ½πŸ‘ŒπŸ½πŸ‘ŒπŸ½

02/11/2022

Bekukuhle kudelile enkonzweni yethole...uphutheliwe wena obukade ungekho....sithumelele nawe okwakho ukujabula...

Sekunjalo magolide amahle... Ubaba usibizile ekhaya elikhulu this coming Friday and Saturday...
26/07/2022

Sekunjalo magolide amahle... Ubaba usibizile ekhaya elikhulu this coming Friday and Saturday...



22/09/2021

Mhlaka 27 Ziyakhala!!!

Uyamenywa nawe mzalwane πŸ™πŸ½
15/09/2021

Uyamenywa nawe mzalwane πŸ™πŸ½

Address

Umlazi

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when The Corinthian Church of S.A "kwahlaba-zihlangane" posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share