Ikhaya Lomusa Church in Zion

Ikhaya Lomusa Church in Zion Ngiyanibingelela egameni leNkosi yethu Jesu Amen. Siyi bandla le Ikhaya lomusa church of Christ ngaphansi kuka ArchBishop D.M Chonco emlazi

12/10/2022

Ngibingelele kuwo wonke amalung eKhaya lomusa. Friday sine crossnight Bazalwane cel nifik ngobuning benu Saturday imbizo

25/08/2022

Amen bazalwane ba Khaya lomusa ngithi angidlulise nasi isimemezelo esiphuthumayo. Ibandla lisemanzin amanyam Gogo E Ngobese "Gogo wamaRose" usekadlulile emhlaben. Inkonzo yakhe izokuba Sunday - 28 August 2022
Umlindelo uzoba ngo mqibelo 27-August 2022
Bengicela ukuth ibandla lonke liphumelele ngobuningi balo nabafisayo ukuhlanganyela kanye nathi
Bangangithinta
Kule number - 076 895 4857
Inkonzo yonke izobe isemlazi kwakhe uGogo kwa P emlazi

30/11/2021

Ngo Mqibelo mhlaka 4 December sine Nkonzo yokuvala unyaka ofisa ukuba kanye nathi nayi imnin ngwane ngezansi

Venue : Esontwen ka P opposite ne Nuz Vegas ngezansi kwase Ogwini (eskoleni)
Iskhathi : 10 Ebusuku
Ungangithinta kule number : 076 895 4857

Siyokujabulela ukuba khona kwakho ukuzodumisa kanye nathi siyibandla le Khaya lomusa.

Izomfonyo zibalulekile kakhulu please wear your mask.

Besikanje Kwa Thusi ngo Mqibelo ❤️❤️ uthando esinalo siyibandla luyamangalisa ❤️❤️
11/10/2021

Besikanje Kwa Thusi ngo Mqibelo ❤️❤️ uthando esinalo siyibandla luyamangalisa ❤️❤️

20/08/2021

Ngiyazibuzela nje kunganjani sibuyeni manje emculweni engane zakwethu siba5 sibaw6 khon into esoyakha yakheke abanye bayosifica phambili abafisayo ukuhlangan nathi bafike but ngyazibuzela nje..

24/04/2021

Siyanibingelela egameni le nkosi yethu Jesu crist amen

26/11/2020

Mhlak 5 December 2020 sobe sinenkonzo aspheleleni sonke Zinsizwa nani zintombi ze khaya Ikhay Lomusa Church in Zion

21/10/2019

Ngibingele egameni lenkisi yethu jesu kristu amen ngithi angimemezele ukth mhlaka 2 November sine crossnght ezokuba khona befisa so Siyibandla siphumelele ngobuningi bethu kunezinxoxo okumele sidlule kuzo ukuze sizokuqhubekela phambili nezinto ezinekusasa ngyabonga imina ozithobayo Amen

Syanimema bazalwane ukuba sibe kanje nani Chatsworth imininingwan emning cela niyibhek ku post
04/04/2019

Syanimema bazalwane ukuba sibe kanje nani Chatsworth imininingwan emning cela niyibhek ku post

19/01/2019

Nginibingelele ma KL amahle njengoba sazi ukth Sidlulelwe ngumunye wo Mama bebandl bengicela sibambisaneni zithandwa zezulu nifike ngobuningi benu siyo beka uMama wethu endlin yakhe yokugcin next week saturday ngyabonga nisalungiselela nje ngiyazi sobambisan

more information
ningabuza zoniphendula ngyabonga

06/11/2018

Nginibingelele egameni Lenkosi yethu Jesus Christ amen
Nginesimemezelo engifisa ukusidlulisa kuni nonke mhlaka 8 December sinenkonzo yokugcin onyakeni kuyacelwa ibandla liphumelele ngobuningi balo ..
ama details amaningi ngisazowa dlulisa ...

Address

P1423 Emthethweni Road
Umlazi
4066

Telephone

+27748214644

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ikhaya Lomusa Church in Zion posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category