Damaseku Worship Ministries

Damaseku Worship Ministries Damaseku under Enyonini Mission
(1)

22/01/2026

"UMA U KRISTU JESU EHLELI ETAFULINI NABAFUNDI
BAKHE BAZODLA IPHASIKA ngoba yena ungunkulunkulu uyambuleleka ngabafundi bakhe uyaphimisa ngomlomo wakhe uthi 'PHAKATHI KWENU LINGAKAKHALI KATHATHU IQHUDE KUKHONA OZOBE ESENGIPHIKILE KWABA KATHATHU " 💔😓 ukhuluma ngendoda ebeyisondelene kakhulu nehliziyo yakhe uveza kubuhlungu azobuzwa ngalendoda💔

Uthi lingakakhali kathathu iqhude uzobe esemphikile kwaba kathathu ..MOYONGCWELE. Lingakakhali ka kathathu iqhube indoda yabe isimphika uphikwa umuntu osondelene nenhliziyo yakhe u Jesu ..💔

BAMBA NAKHU... Inqondo ibihambile kupetru uma ephika ujesu yebo uyamphika kathathu iqhude lingakakhali... Aiy nkosyami sabazwisa ubuhlunghu esibathandayo nabasithandayo..

Kodwa ngiqaphela into eyodwa uma kubuya inqondo kupetru... Ubuyela kujesu uhamba naye uze uyofika naye entabeni yecala. Akazange aphele amandla kodwa wawhubeka wambuka kwaze kwafika Lana abethelwa khona.... AAA nkosyami "UMA KUBUYA INQONDO WENZANI IKUPHI OKWENZAYO UMA KUBUYA IQONDO"

uma isahambile inqondo siyakwenza konke siyafeba, siyaphuza utshwala siyadakwa siyathakatha siba nomona senza konke okuyisono kodwa UMA KUBUYA INQONDO IKUPHI ESIZOKWENZA IKUPHI OKWENZAYO UMA KUBUYA INQONDO..?

u Petri ubuyela kujesu uma KUBUYA iqondo uyamphika kathathu iqhude lingakakhali iqondo ibisahambile kodwa makubuya inqondo...?

20/01/2026
06/01/2026

Amen ��

06/01/2026

Kunento engandluli kuwe
Kunezinto ezingandluli empilweni yakho ngoba wena usabambene Nazo uma ungayeka ukubambana nazo zizondlula nawe uzondlula kuzo I problem ukuthi usabambene nakho..✋

Àwuh MOYONGCWELE UKUPHI ...? kunezinto ongakhohlwa yizo uma uzicabanga uzizwe ulimala enhlizweni yakho ulinyazwa ukuthi ubambene nazo thatat is why ulimala awulimali ngoba ulimala kodwa ulimala ngoba ubambene nakho... Awuh THIXO... WENA UBAMBANE NANI...? Empilweni yakho...

U
Lithi I bible u jakpbe uwelisa konke ngaphesheya komfula lithi i bible yena uyasala ubambana nonkulunkulu kuze kuyasa... Ubambene no unkulunkulu.

Today's
05/01/2026

Today's

04/01/2026

Big shout out to my newest top fans! Slindile Snothando Dladla

Sibonga ukusithwal unyaka wonk sisaya khon sothi ungubayede uyasithwala🙏🙏🙏
31/12/2025

Sibonga ukusithwal unyaka wonk sisaya khon sothi ungubayede uyasithwala🙏🙏🙏

Athi uDavide kumaHubo 23:6 Impela okuhle nomusa kuyakungilandela imihla yonke yokuphila kwami;Ake ukholwe ukuthi, Impela...
25/11/2025

Athi uDavide kumaHubo 23:6
Impela okuhle nomusa kuyakungilandela imihla yonke yokuphila kwami;

Ake ukholwe ukuthi, Impela okuhle nomusa kuyakulandela.

Kungani kulula ukukholwa ukuthi ulandelwa yizilingo.

Kulula ukukholwa ukuthi ilandelwa amashwa.

Kulula ukukholwa ukuthi izinto azikuhambeli kahle.

Kulula ukukholwa ukuthi kunesitha esimi endleleni yakho.

Bazalwane, ake siyeke ukudumisa usathane nobumnyama bakhe.

Ake kuthi kunzima udonsa ngegiya lokugcina, usho njengoDavide.
Uthi Impela okuhle nomusa kuyakungilandela.

Uma ubheka AmaHubo 22: Isiprofetho ngenhlupheko nenkazimulo yolungileyo.

UDavide usho ukuba, impela okuhle nomusa kuyakungilandela nje...
Usho kunzima.
Uthi Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami,
ungishiyeleni na?

methembe uNkulunkulu, nasebuzimeni, nasekukhandlekeni, nasempini, nasekulahlweni, nasekuhlushweni, nasekudelweni.

mntakababa shono njengoDavide, uthi: "IMPELA OKUHLE NOMUSA KUYAKUNGILANDELA. "

Umthathe uThixo, umenze owakho, yena akubiyele empilweni yakho.

Thixo ngiyabonga ukuthi ungumalusi wami.

Ngiyakholwa ukuthi uma ngaluswe nguwe: "IMPELA OKUHLE NOMUSA KUYAKUNGILANDELA "

Ngegama nangegazi likaJesu Krestu waseNazaretha.
Amen

21/11/2025

Akekho onjengawe malanga onke

Liye lithizwi "Vumelani abantwana beze kimi ngokuba umbuso weZulu ungowabo"
21/11/2025

Liye lithizwi
"Vumelani abantwana beze kimi ngokuba umbuso weZulu ungowabo"

Address

Mabedlane Area
Ulundi

Telephone

+27728752100

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Damaseku Worship Ministries posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share