Amandla Ombuso KaNkulunkulu

Amandla Ombuso KaNkulunkulu Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Amandla Ombuso KaNkulunkulu, Religious organisation, R 102 Road, Stanger.

Ezinsukwini zalawo makhosi uNkulunkulu wasezulwini uyakumisa umbuso ongasoze wachitha nobukhosi bawo bungayikushiyelwa kwabanye abantu, kepha uyakuchoboza uqede yonke le mibuso, wona uqobo ume phakade

11/11/2019
04/11/2019

OJesu babili. Qaphela ungakhothami
ko wrong.
Ebandleni likaChristu kunengozi
ekhona futhi enkulu ekmele
siyiqaphele. Kungenjalo sizobhubha
kabhlungu singabonanga ukuthi
singene kanjani esihogweni.
Lelibandla leNsindiso linamandla
ngendlela eyisimanga loku okwenza
usatan alihlasele nxazonke.
Inkinga esinayo sikhonza oJesu
ababalili but asazi and sizitshela
ukuthi sikhonza uJesu oyedwa
uLizwi.
Kahle kahle oJesu babili. Kukhona
ujesu oyi antichrist. Ukhona ezweni
uyasebenza ngabantu bakhe. lo jesu
ulinde iskhathi azovela ngazo. And
uzovela kuqala kunalo onguLIzwi,
uJesu owasifela esiphambanweni.
Kunabantu abaya kothwala bavule
amabandla abo. Labantu abakhonzi
lojesu onguLizwi. Kunzima ukunaka
cause babiza igama likaJesu kanti
abaqondanga yena basho antichrist.
Labantu abakhonza lojesu oyi
antichrist uMoya Ongcwele ubaveza
mihla namalanga kepha ibandla
alinaki. Inkinga uma ukhonza
ngaphansi komuntu okhothama
kulojesu usenkingeni yokuphikwa
nguJesu onguLizwi mhla ebuya.
Lamabandla anabaholi abakhonza
lojesu izinto zakhona ziyahluka
kwenziwa ngenye indlela and
bagwema izinto eziningi okumele
bazenze bangazenzi. Into abayijahayo
ukufaka umoya wempumelelo
kubazalwane babakhiphe emqondweni
woku focus kuJesu uqobo. Most of
these church leaders abafuni ukuyisa
abazalwane emfuleni
ukubabhabhadisa. Bakufaka ku
swimming pool. Leyonto ayisizi
ngalutho baNgcwel, asifundeni
ibhayibheli sinxuse noNkulunkulu
asivezele indlela eyiyo nokuthi
sikwazi ukubona omoya ababi
evangelini.
Labantu if bekhuluma ngevangeli
bakwenza ube nokwesaba
uNkulunkulu bamveze eyinto
esabisayo. Noma kunikelwa bakwenza
uzizwe uzobhubha if ukhokha
kancane. They don't teach ngezinto
ezenza ivangeli libemnandi. Kuphela
bakwenza uhlalele ovalweni ukuze
bakusebenze kahle.
Angisho ke ukuthi hamba unuka
abantu uzama ukuzwa iphunga la
jesu antichrist. Engikuvezayo ukuthi
khuleka kakhulu ukuze uJesu
owasifela akwazi ukukutakula uma
ungeniswa esihogweni angazi.
Lento eyenza kube nothuthuva
ebandleni likaChristu kungenx

31/10/2019

Powerful Message Bangcwele ekuseni nje

15/09/2019

Bazithobe abantu bami ababizwa ngegama lami , BAKHULEKE , bafune ubuso bami

2 Izikronike 7 verse 14

24/07/2019

Hlala kuleso siqhingi sasePatmose,izambulo zakho zilapho......
Kunenkinga okumele sidlule kuzo ukuze sizwe iphimbo likaJehovah.....
Khumbula ukuthi abantwana bakoIsrael wahamba nabo ngefu nangomlilo.....
Uma kuvela umlilo noma ubona ifu elimnyama empilweni yakho yazi ukuthi uSomandla useduze nawe......
Samukeliswa umusa sikhala silahleke sihleka ngoba akukho okwakekwalunga Ku comfort zone......
Hlala kuleso siqhingi sasePatmose njengoJohane.......
UJohane zange athole izambulo esahamba noJesu kodwa uzithola ePatmose esekhishwe amehlo aboshiwe.......
Ngesikhathi esahamba noJesu wayethi uyamazi engamazi,sizwa kusAmbulo chapter 1 v17 ethi ungesabi ngingowokuqala nokugcina.....
UJesu uyazi introduce kuJohane uthi ngingiAlpha no Omega,isiqalo nesigcino ingoba uJohane wayengazi ukuthi,uJesu ngeke uqede ukumazi......
KuGospel books uJesu usemhlabeni uzofeza umsebenzi,incwadi yesAmbulo yiyo echaza ngoJesu uqobo lwakhe ngesimo sezulu.....
Ukuze umazi isimo sakhe qobo lwakhe ngesimo sezulu mele uvivinywe......

Address

R 102 Road
Stanger

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Amandla Ombuso KaNkulunkulu posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share