Apostle Mthokozisi ministries tour

Apostle Mthokozisi ministries tour Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Apostle Mthokozisi ministries tour, Religious organisation, 764 Imbaze Street senaoane, Soweto.

kungenzeka ukuthi izinto zakho azihambi kahle, awutholi umsebenzi akukho Nokulunga to uyagula ngitholakala e Soweto senaoane ngama Sunday ngo 12:00 764 Imbaze Street senaoane Soweto, 0640995615

29/07/2025

Kunamadoda angosathane ungabaphikele babulala abantu baziveza bebahle emphakathini angeke ubacabangele ngobunyama Kunabantu abafayo isihogo sikhona noma ungathi Wena njalo ngamasonto uya esontweni uyoxolisa Ku Nkulunkulu khohlwa njengoba usaqhubeka izandla zakho zigcwele igazi phuma kulowo sathane uzosha esihogweni.

28/07/2025

Funani umbuso ka Nkulunkulu kuqala konke kuzonezezelwa.

28/07/2025

Bantu besifazane Uma uzazi uhamba ulala nabantu besilisa awufani nokuvala ukuthi ungatholi ABantwana into engiyibonayo every day kutholakala ABantwana abalahliwe yini uthatho umtwana umnikeze abantu abazozikhulisela yena kuyayiwa kodwa e Zulwini isihogo sikumele.

U Nkulunkulu walithanda izwe kangaka Waze wanikela ngendodana yakhe ezelwe yodwa ukuba yiloyo naloyo okholwa yiyo angabh...
28/07/2025

U Nkulunkulu walithanda izwe kangaka Waze wanikela ngendodana yakhe ezelwe yodwa ukuba yiloyo naloyo okholwa yiyo angabhubhi abenokuphila okuphakade.

27/07/2025

Kulendawo ebizwa ngokuthi isihogo yenzekwe abantu abangafuni ukunukela u Jesus abanye bamukekele u Jesus kodwa ibandla akhonza kulona akulona elika Nkulunkulu Kunabantu abafa 2000 years ago namanje bayasha esihogweni Wena usaphila kodwa afuni ukuyithatha serious lento ka Nkulunkulu phenduka.

28/06/2025
28/06/2025

The Bible doesn't specify the exact time or date of Jesus' return. In fact, Jesus himself said that only the Father knows when he'll come back, and even the angels and the Son don't have that knowledge (Matthew 24:36). This means we can't predict the exact day or hour of his return.

*What We Do Know:*

- *Signs of the End Times*: Jesus mentioned various signs that would indicate his return is near, such as ¹ ²:
- *False Prophets*: Many will claim to be messengers of God, leading people astray.
- *Wars and Rumors of Wars*: Global conflicts and tensions will rise.
- *Famine and Earthquakes*: Natural disasters and scarcity of resources will increase.
- *Increased Crime and Breakdown of Family*: Moral decay and societal instability will prevail.
- *Imminence*: Jesus emphasized that his return is imminent, and we should be prepared at all times (Matthew 24:42-44).
- *Purpose*: Jesus will return to reward the righteous, judge the wicked, and establish a new heaven and earth (Revelation 21-22).

*How Should We Respond?*

- *Be Prepared*: Live a holy life, love God and others, and share the gospel (Matthew 22:37-40, Matthew 28:18-20).
- *Watch and Pray*: Stay vigilant and communicate with God regularly (Luke 21:34-36).
- *Focus on Faithfulness*: Prioritize growing in faith, obeying God's Word, and encouraging others (Hebrews 10:24-25) ³.

While we can't know the exact time of Jesus' return, we can be certain that he'll come back when the time is right. Let's focus on living faithfully and sharing the gospel, rather than trying to predict the date ⁴.

27/06/2025

Job Title: Call Centre Agent

https://www.jobopportunitiessa.com/2025/06/call-centre-agent-job-apply-now-in.html

An exciting opportunity exists for dynamic X factor individuals with a passion for customer service. We aim to provide a simply brilliant customer experience on every customer interaction, by positively engaging and enhancing customer loyalty and value, through providing solutions and resolving customer queries in an efficient manner.

24/06/2025

U Floyd ulande isithwalo e Malawi kodwa sizomfaka enkingeni lesithwalo sithanda I s*x kuze siphakamise kunama case Vele aseqalile ukumlandela ngoba kuzomele abaphoqe ngenkani abantu besifazane ukulala nabo abanye ubazamile kunzima ukuthi bakhulume ngibona ekujuleni uzothi ngasho

24/06/2025

Mukela u Jesu kusase ngesikhathi Uma Ufa manje indawo ozobekwa kuyo indawo eshisayo kakhulu akukho ukuphumula kuleyandawo day and night kuyafana ngaleso sikhathi abantu abasesi hogweni basazofakwa echibini lomlilo ayikho into enzima ukuthi ungene ebandleni elishumayela iqiniso hayi elishumayela izinto ezizohlale zijabulisa Wena

24/06/2025

Abafundisi abangashumayeli ngokuthi sindiswa bazothwala izono zabo igazi lama church members liyobuzwa ezandleni zabo.

20/06/2025

U u Zuma uyamdinga umuntu ozomeluleka ngoba kwanaye indlela enzangayo uzoliqeda iqembu ngoba yena ufuna ukuziveza ungumuntu oneqiniso kubantu naye uwenzile amaphutha eku ANC bakhona Lana Ku Mk usazowenza amaphutha kuzomele iqembu lenze Nini limxoshe yini mina umbono wami makabuyise u secretary eqenjini kunezinto okumele zilungiswe iqembu ngaphakathi izinto zingaphumeli ngaphandle lokhu okwenzekayo kufaka isihlava eqenjini.

Address

764 Imbaze Street Senaoane
Soweto

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Apostle Mthokozisi ministries tour posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Apostle Mthokozisi ministries tour:

Share