Amabandla oke ezayoni

Amabandla oke ezayoni Sikhuluma ngesonto siphinde sigcine lezithombe lama live vidio ukuze sigcine umlando we CHURCH OF CH
(1)

Isinkwa sokuphilaWathi kuso: “Ngiqinisile ngithi kuwe: Namuhla uzakuba nami eParadisi.*”Lithi izwi zazimbili izelelesi e...
10/06/2026

Isinkwa sokuphila

Wathi kuso: “Ngiqinisile ngithi kuwe: Namuhla uzakuba nami eParadisi.*”

Lithi izwi zazimbili izelelesi ezaziboshwe noJesu.

U Gestas owayelenga ngakwesokunene, no Dismas owayelenga ngakwesokhohlo.

Lithi izwi likaNkulunkulu uGestas wambuqa uJesu, wathi:" wena awusiyena uKristu na?
Zisindise kanye nathi".

Waphendula u Dismas ethethisa u uGestas wathi:" Nawe awumesabi uNkulunkulu, ingani ukulokhu kulahlwa nawe na?
Thina samukela okulingene nesikwenzile, kepha akenzanga lutho olubi,

waseqhubeka ethi: Jesu uze ungikhumbule nxa usufika embusweni wakho".

Uthi uJesu ku Dismas :" Ngiqinisile, ngithi kuwe: Namuhla uzakuba nami eParadisi".

Omunye uzobuza ukuthi kukanjani uJesu ethi, namuhla uzoba noDismas eParadisi? yet esazongcwatshwa.

Impendulo ithi: ingakho phela uJesu simuzwa ememeza ngezwi elikhulu ethi:

" Baba ezandleni zakho ngiyawubeka umoya wami".

Umzimba kaJesu owambelwayo, nansi indoda ewu Josefa wase Armateya ecela isidumbu sikaJesu ukusimbela.

Kodwa umphefumulo kaJesu wawubeka ezandleni zikaNkulunkulu, eParadisi.

Ingqikithi:
Akukhathaleki ukuthi wone kangakanani.

Baphi o Dismas balezinsuku.
Abazohlabelela kanye nami bathi:"

UNGIKHUMBULE NKOSI YAMI....
Lize libahawukele izulu.

Baphi abazozisola ngokwenza kwabo, kuze kuvuleke iParadise.

Namuhla dumisa nami shlobo sami ,
Nawe ubungasho njengo Dismas uthi: "ungikhumbule Nkosi yami".

I Paradise alidingi abalungileyo bodwa, kodwa lidinga abazophenduka.

10/06/2026

🙏🙏🙏

09/06/2026

Amadimo ayehla emhlabeni afika abusa

08/06/2026
08/06/2026

Kumnandi ezayoni

08/06/2026

Enjoy the videos and music you love, upload original content, and share it all with friends, family, and the world on YouTube.

07/06/2026

Nilale kahle

Address

Ncube Street
Pretoria

Telephone

+27733432018

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Amabandla oke ezayoni posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Amabandla oke ezayoni:

Share