Isimo Sabangcwele vlak1- branch"

Isimo Sabangcwele vlak1- branch" Amen. We are here to promote the word of God, preach and worship the lord. Seek for the lord s presence

21/09/2022

Uma unkulunkulu engakithi nguban ongamelana nathi. Aw Jesu phela kukhon leskhath lapo sewuztjelukuth it's over aw nkosi yam bese iyafika Ingadlangadla. Ith no it's not over mntanami ngizongena nawe kulesimo aw Jesu. Phel akakukhiph kodwa ungena nawe ay anisngizwa. Njengoba engaciwmanga umlilo kubo mershack kodwa wngena nabo emlilweni.ukhona ngezikhath zonke mntasekhaya mbize uzosabelaπŸ™πŸ™πŸ™πŸ’― morning zithandwa zezulu

15/09/2022

Asilwi nabantu kodwa silwa nemimoya evunguzayo πŸ™πŸ™πŸ™

09/09/2022

Ake sithi amen πŸ™

16/08/2022

Uyamenywa nawe endumisweni Kanye nomkhuleko. Siyakhuleka ngo 00:00 midnight for three days. Inkonzo yomkhuleko izocala ksasa midnight. Thani nangu mina nkosi sengithulula konke okusemoyeni wami cela mawudingile bonga mawusizakele khala makungekho mnandi uzophendula. Uyalalela aphendule imikhuleko yonke. Busuku lobuhle bazalwane inkhosi inibusise inilonde till morning πŸ™πŸ™πŸ™

06/08/2022

Kwanxabumusa 😭 and ngisazophila as long as angavumanga neyam impilo πŸ˜­πŸ€žπŸ™πŸ™

04/07/2022

Siyanamukela ekhaya ISIMO SABANGCWELE. Siphila ngezwi yilo elisicondisako endleleni. Iciniso siphila enyameni ngoba sizelwe ngokwenyama ubuthakathaka bukhona kodwa uma umlalela unkulunkulu uyancoba uma uhlala kuye naye uhlala kuwe. Asoze asidele noma sona kangakanani kodwa yena uyasthanda usidonsela emseni. Aw Jesus ingako sinamandla

Send a message to learn more

23/06/2022

Zithandwa nine niyathandwa ngim. Kodwa ukhona onothando olungapheliyo ngoba olwam luyaphela ikhona lendoda aw Jesu leyath nom seyishaywe

Send a message to learn more

22/06/2022

Amen ezayoni πŸ™πŸ™

16/06/2022

Sanbona ngey 16. Ake sivele phela sisho nje ukuth since sicale ukukhuleka ngo 12 ebusuku sibone luphushintjo coz for sure lukhona πŸ€žπŸ™πŸ™πŸ™πŸ’ͺ

08/06/2022

Ngibingelele bazalwane bonke abangaphakathi kwekhaya. Abaholi bonke ngyihlalo zabo ezahlukene nabobonk abangcwele ngithi ngiyathoba nanamhla ebusuku egameni likaJesu πŸ™. Iyacala inkonzo yethu yomkhuleko wesebusuku ngo 12 namhlanje. Ngicela abazalwane bacuphe ama alarm wabo ukuze bakhone ukuvuka in time inkosi inibusise nonke bangcwele. Khumbula utjela unkulunkulu konke okusenhliziyweni yakho ucela konke ukudingayo kunkulunkulu ungaphezi mntakababa mcele yena uzokupha πŸ˜­πŸ™πŸ™πŸ™

Address

Vlaklaate No1
Pretoria

Telephone

+27723928748

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Isimo Sabangcwele vlak1- branch" posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share