Zulu United congregational church

Zulu United congregational church kepha mina ngiyakumbeka ujehova

19/01/2024

Aybongwe inkosi bazalwane onyakeni omusha, simbonge unkulunkulu emuhle zikhathi zonke wasikhetha ukuba sibe ngabanke. Ngizothi kini namhlanje. Elokugcina qinani enkosini ... noma izimvula sizwa nase sindabe imonakayo eyenzekayo ngapha nangapha asiqineni enkosini bazalwane nibe nemini ephephile

19/01/2024

Uma umoya wombusi ukuvukela, ungayishiyi indawo yakho, ngokuba ukubekezela kuvimba izono ezinkulu. MSHUMAYELI 10 :4

18/01/2024

2 Kwabasekorinte 6 :1 kepha thina esisebenza kanye naye siyanincenga ukuba ningawamukeleli ize umusa kankulunkulu.

17/01/2024
17/01/2024

Izaga 11 vers 2

Lapho kufika ukuziqhenya, kufika nehlazo; kepha kwabathobekileyo kukhona ukuhlakanipha.

25/12/2023

Marry Christmas to everyone God bless you all.

21/01/2023

1 Samuel 19
U Saul ufuna ukubulala u David, kepha u Jonathan uyamcengela u David ku Saul ukuthi angambulali, ubala izinto ezinhle u David azenzile u David enzela u Saul no Israel. Mntakababa kuyavuka Kimi ukuthi ngesinye isikhathi s**e sikhohlwe okuhle esikwenzelwe abantu, kepha sivumele umona, nokwesaba kufihle okuhle kuqhakambise okubi. Mntakababa kuningi okuhle okwenzeka ezimpilweni zethu kepha thina sibheka okubi siqhakambise khona. Lalela u busisiwe ngezinto eziningi. Awubheke khona uyeke ukufuna ukubulala Into ekusizayo ngenxa yomona. Haibo u David wayemsiza u Saul no Israel kepha ngenxa yomona u Saul wayesefuna ukubulala u David. Lalela ungabi nomona kubantu ekumele ubukele kubo ukuze uphumelele. Awuke ubheke okuhle okwenziwa abantu empilweni yakho, bheka izibusiso onazo, ubonge zona, udumise u Thixo ngazo, uzobona zizozizela ezinye. Ukubonga kudonsa izibusiso, umona nokungabongi kuxosha izibusiso.

Makadunyiswe u Jesu Kristo.

Address

Thornwood Road Marainhill
Pinetown
5602

Telephone

+27648607970

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Zulu United congregational church posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Zulu United congregational church:

Share