Pastor S.K NGUBO

Pastor S.K NGUBO LENTO ESIPHETHE NGEGAMA LIKA JESU.NJALO NGAMADONTO SIZOTHOLA INTSHUMAYELO YOSUKU KU PASTOR S.K NGUBO

21/03/2025

Sanibona

08/04/2023

Amen bazalwane

04/04/2023

Sanibona bazalwane,siyaya nje ephasikeni

22/11/2022

Amen bazalwana ngithanda ukuthi ebusuku uze ungayeki ukuthandaza

SANIBONA NONKE BAZALWANE,NGITHANDA UKUNIFISELA IPHASIKA ELIHLE NELINEZIBUSISO.NIPHEPHE OHAMBWENI ENINALO NIYA EZINKONZWE...
15/04/2022

SANIBONA NONKE BAZALWANE,NGITHANDA UKUNIFISELA IPHASIKA ELIHLE NELINEZIBUSISO.NIPHEPHE OHAMBWENI ENINALO NIYA EZINKONZWENI EZIHLUKAHLUKENE ,NGIXOLISE KAKHULU UKUTHI ANGIKWAZI UKUXHUMANA NANI NGEZINSTHUMAYELO KWI PAGE NGIHLUSHWA I NETWORK BAZALWANE,MAKUDLULA LESIMO SOPHINDE SIQHUBEKE NEZWI LIKA NKULUNKULU BASIZAKALE ABANTU EGAMENI LIKA JESU.NGIKHULUMA UKUPHILA PHEZU KWEZIMPILO ZENU NONKE,NGIKHULULA ISIBUSISO KUNINA NONKE NGEGAMA LIKA JESU AMEN

Sanibona,nibe nosuku oluhle nonke.ngikhulula isibusiso ekuseni phezu kwezimplo zenu ngithi makube khona I movement ngega...
04/04/2022

Sanibona,nibe nosuku oluhle nonke.ngikhulula isibusiso ekuseni phezu kwezimplo zenu ngithi makube khona I movement ngegama lika Jesu amen

ASIHLANGANE NAMHLANJE NGO 11:30 NGIZOBE NGI LIVE KHONA LANA KWI PAGE PASTOR S. K NGUBO
27/03/2022

ASIHLANGANE NAMHLANJE NGO 11:30 NGIZOBE NGI LIVE KHONA LANA KWI PAGE PASTOR S. K NGUBO

25/03/2022

I YEZA I PRODUCT YAMANZI KA PASTOR S.K NGUBO ETHANDAZELWE UKUBA IKUNQOBELE KULEYONKINGA YAKHO AMA OFFICE AZOBA SETHEKWINI NASE PINETOWN LAPHO IZOBE ITHOLAKALA KHONA I PRODUCT,NGALESIKHATHI NGINGAKAKWAZI UKUHAMBA NGITHANDEZELA ABANTU

21/03/2022

HALELUYA BAZALWANE NAMHLANJE NTAMBAMA NGIZOBA LIVE KHONA LANA KWI PAGE,ITSHUMAYELO EBEKUMELE NGIYISHUMAYELE IZOLO IKHONA NGIZOYISHUMAYELA NAMHLANJE UNGAPHUTHELWA UNKULUNKULU UZOBE EKHULUMA NGOBIZO LOKUBA UMFUNDISI

20/03/2022

SANIBONA EKUSENI BAZALWANE,NGINIFISELA USUKU OLUHLE KUYISONTO.UNKULUNKULU ANIBUSISE NGABANYE NGABANYE AMEN

Address

698 GATSHENI Road NAZARETH ISLAND
Pinetown
3610

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Pastor S.K NGUBO posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Pastor S.K NGUBO:

Share