Apostle:J.S.Mnguni

Apostle:J.S.Mnguni Singabombuso kaJehova noma sisezweni

Sikhona skhathi la uke uzizwe usendleleni emnyama & uzibone kuthi uyihamba wedwa akukho lunga lomndeni,lebandla,mngani u...
03/05/2022

Sikhona skhathi la uke uzizwe usendleleni emnyama & uzibone kuthi uyihamba wedwa akukho lunga lomndeni,lebandla,mngani uyibone impilo ingakufanele.............Lapho iskhathi la udinga Smakade n naye ulinde wena ngoba uvela sekuvalwe amehlo.

12/04/2022

Jehovah unguNkulunkulu kithi,Thina singabantu kuye

10/10/2021
Ntambama kuthi angithi"AKAYEKWA UNKULUNKULU WASEZULWINI"
05/10/2021

Ntambama kuthi angithi"AKAYEKWA UNKULUNKULU WASEZULWINI"

Ngingowombuso kaJehova
05/10/2021

Ngingowombuso kaJehova

Ihubo 23:3Ubuyisa umphefumulo wami,uyangiholela ezindleleni zokulunga ngenxa yegama lakhe.                       "Ngizwe...
05/10/2021

Ihubo 23:3

Ubuyisa umphefumulo wami,uyangiholela ezindleleni zokulunga ngenxa yegama lakhe.

"Ngizweni ngomoya"
Khona Abantu abangaphumeleli empilweni noma sebehambe abathandazi,abelapi bendabuko bakhokha imali abanye baze babula nelwane njengembuzi nenkukhu kodwa dololo ikhambi,angphiki abanye badl'mbumba Kanti abanye ba right bashaya emhlolweni inkinga ikumuntu Kodwa kusolwe olaphayo noma phrofethi KODWA NGENXA YEGAMA LAKHE kuthi angithi khona izinto ongeke wazithola NGENXA YEGAMA LAKHE uma ungazithola uzobhampa,uphelelwe inhlonipho udelele lonakale igama likaJehova khona ungazamukeliswa abanye zamukeliswa abantwana babo noma bengasindisiwe kodwa ngoba kwakhulekwa kwazilwa bazamukele.Khona ababusiseka bengazi kanjani Kanti kwazila kwakhuleka abazali babo abangamukeliswanga NGENXA YEGAMA LAKHE kwakumeliswa abantwana.

Kukhona abazongena kwiminyango abanga quality kungena kuyo kepha bangene NGENXA YEGAMA LAKHE abalilondile bamesaba bamkhonza buthule bezithobile noma bengayi esontweni kodwa p bephila ubungcwele phambi kwezulu,khona abazakwamukeliswa
Imishado
Ama office
Business
Abantwana
Flats
Imoto
Kungabafanele kepha NGENXA YEGAMA LAKHE bakwamukeliswe.

Praise God 👏👏👏

Address

Ngode Stress
Pinetown

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Apostle:J.S.Mnguni posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Apostle:J.S.Mnguni:

Share