Glory to God Amen

Glory to God Amen Bazalwane lelipage livulelwe wonkumuntu. Isikakhulukazi ofunusizi physically spiritualy and emotion

29/07/2021

Ekuseni nje namhlanje omama bezokhuphukela entabeni yini othanda benyuke nayo. Esikukhathaze isikhathi eside soyiniku Jehova. Uthi thwalisanani imithwalo yenu.. Amen ♥️♥️♥️luv u nisazophonsa.

11/05/2021

Woza sizophuza emthonjeni ongomi

11/05/2021

Siyanamukela nonke kulegroup ninelungelo lokuposter izinto ezibuyisithemba. Nokuthi ilaphi la udingukusizakala khona. Uthando omunye komunye. Share possitive views ezizosiza abantu. Nokukhulelekelana ukuze uNkulunkulu avule lokhu okuvalwe isitha. Kanjalo nokubusiswa kulokhu onakho kukhule in Christ Jesus Mighty name Amen. Luv u all ❤❤❤❤

11/05/2021

Sawubona mahlali base S.A. Niyazi yini Ukuthi niyisizwe esikhethekile. Yingakho nibona amanye amazwe egcwele la ingoba izwe elichichima uju nobisi. Elicebile ngeGolide nangokunye izwe lethu. UNkulunkulu wanazi uyanazi uzonazi ningazenyezi. Qinani nime isibindi. Ningabakhethiweyo God bless you 💖💖💖💖

07/04/2021

Siyakhonza ntambama ngo 16:00 onesicelo sokukhulekiswa aye ku inbox asho irequest yakhe. Angazihluphi ngokulokho encoma noma ebuzi Location Amen.

30/03/2021

Umuhle Jehova

10/03/2021

Sekuseduze ukubuya kweNdodana yozelwe owesifazane ogcotshiwe kaNkulunkulu lowo ngu Chrstu uJesu. Amen sesinezinto ezisikhombisayo izimpawu zokubuya kwakhe. Hlelekani

08/02/2021

Glory to God. Siyabonga Nkulunkulu wethu udumo lungolwakho. Amen

04/02/2021

My God is Good.

03/02/2021

Ngiyabonga Moyongcwele ngokungiphilisa kuzebkube manje nomndeni wami nezihlobo nomakhelwanne siyaphila ngomusa wakho. Asimbongeni uJehova. Ikuphi akwenzele kona. Ithi ngiyabonga kulokho...

Address

Nokweja KaMawela
Pietermaritzburg
IXOPO

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 17:00

Telephone

+27790524423

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Glory to God Amen posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Glory to God Amen:

Share