21/01/2021
Namhlanje sibeka endlin yakhe yokugcina ugogo Zulu eShowe (mama ka bab'Zulu). Noma ke singaphelele sonke ukuya emgngcwaben due to covid 19 kodwa ngezinhliziyo sinani lapho. Nani nonke ebenifisa ukuya nabanjwa ukuty kufihlwa phakaty nensuku siyaz kuty benifisa kangakanani ukuza. Pastor Pakkies siyabonga ukisihola saze safika sibonge nakumdali ngkusiphephisa sahamba kahle siyathemba noma sesiphinda emakhaya uzophinda ahambe naty ngoba usebenza emfihlakalwen