05/08/2021
Amen ebusuku bazalwane egameni lika Jesu 🤗🤗 ngiyazi abanye bethu balala nama cellphone 😇 indlela abazilolozela ngayo nabo, abanye bafunda izincwadi zeBible amen 🥲 khona omunye odliwa unebheza ngezinto azezileyo kwabanye abantu😞kodwa mamhlanje ngith ake uzibheke wena ungumuntu ophila ezweni lika Nkulunkulu ukuth 1. Ubaluleke ngani noma yin le ekwenza uzibona ukuth ugcon phambi kwenkosi 🤔🤔khumbula izincwadi eziku Bible zonke lezinceku ekukhulunywa ngazo ezincwadini ezihluken zonke zazine zinto ezibenza ukuth baqame embusweni kakhul WHAT ARE YOU CAPABLE OF 🙏🙏 YINI LE onayo imphatho kubantu, indlela okhuluma ngayo, umkhulekho, ukwakha ibandla, 😢😢🙏khumbula mhlobo wam encwadini ka Mathewu 25:14-30 Uma uJesu enza umfanekiso wamaThalente ayishumi ungafananiswa nalendoda eyanikwa italente elilodwa yalithatha yaligumbela emhlabathini 😳sibaningi engigumbela amathalente wethu emhlabathini kunesisho sesintu esith "fihle indukube mqubeni" 😢😢mzalwane asisekho lesoskhathi sokuyifika emqubeni I sipho SAKHO sobe sesonakele izitha zikuhaqe ake siwasebenzise amathalente wethu singabheki abantu 🙏bekufuneka Uma INkosi is ifikile sithi Sonke songabazalwane bheka Nkosi unginike italente lokuhlabelela, lemali eningi, lokwakha ibandla etc kodwa buka sengizuze namanye Nkosi 🙏Sonke siyokujabulela Uma INkosi isithi" kuhle, nceku enhle nethembekileyo, uthembekile ezintweni eziyigcosana ngizokubeka phezu kokuningi NGENA EKUTHOKOZENI KWENKOSI YAKHO"🙏🙏 masibe nenqiniso enkosini 🙋zibheke ungumuntu ukuth ngabe yin le onayo abanye abantu abangenalo akesibuke amatalente esinikwe wona kuze sizongena EKUTHOKOZENI kwenkosi🙏 Amen Pastor Junior MHLONGO