St john apostolic church

St john apostolic church Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from St john apostolic church, Religious organisation, madadeni I madadeni, Newcastle.

09/05/2026

Big shout out to my new rising fans! Mgasela Mtobhoyi

26/04/2026

ningixolele bantwana bakababa Ku inbox wami akungeneki Yazi uxolo 🙏🙏🙏

22/04/2026

ngibingelele bantwana bedlu emhlophe asbonge ukuvuka sibone usuku Lwana muhla ,sibonga Umusa nigcineke esadleni sababhorofitha ezidleleni zomgwaqo nize niphephe bantwana bedlu emhlophe 🙏🙏🙏 senze sibemunye X3 enkosini 🙌🙌🙌🙌

19/04/2026

bantwana bakababa ngibingelele osukwini lokudumisa ,ngithembe ukhonzekile ongabonwa namuhla osukwini Lwana muhla Ake sibukeni nali izwi lapho ujesu waphilisa umuntu owayese gule iminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalombili,ujesu embona Elle azi ukuthi use nesikhathi eside wathi kuye uthanda ukusinda Na ,okugulayo waphendula wathi Nkosi anginamuntu wokungifaka echibini nxa Amanzi ezanyazanyiswa kuthi ngiseza kwehle umuntu phambi kwami,ujesu wathi kuye Sukuma thabathe hlaka lwakho uhambe wayesephila ,nakuwe shlobo kulokho Kugula obhekane nakho thabatha hlaka lwakho uhambe,kulo okukwenza ungawutholi msebenzi thabatha hlaka lakho uhambe konke obhekene nakho sekuqotshiwe ,hlala eqwaleni ungasuki zoke zinto zakho zolunga nibusiseke bantwana bakababa nomama

17/03/2026

ivangeli elasi khulula ezonweni 🙏🙏🙏

12/02/2026
25/01/2026

ngena Nathi ngomsindisi ngena Nathi sinawo madla okungen ngokwethu Newcastle osizweni kwacebekhulu 🙏🙏🙏🙏

bantwana bakababa nomama ngithembe Nisa gciniwe esadleni somusa kulonyaka ngivula imisebenzi ,imshado,ngiqaqa amafindo a...
06/01/2026

bantwana bakababa nomama ngithembe Nisa gciniwe esadleni somusa kulonyaka ngivula imisebenzi ,imshado,ngiqaqa amafindo afaswa Kuwe bathi ngeke ube yilutho namuhla zoba utho lowomuzi zowuvusa Ume ngameni lenkosi yethu Aman 👏👏👏👏

28/12/2025

Ake sibonge ukugcinwa esadleni somusa siphende sicele ungena onyakeni ozayo siphephile

18/11/2025

sibonge ukugcinwa esadleni sababhorofitha ukuvuka kungumusa ,baba mawungangi lahli ebusweni bakho kodwa ungijabulise ngenjabulo yakho ,kulomgidi wamahobe sibonga ukubuya siphephile ngibona kuvuleka izinto zakho owazalwa uzifumbethe ,kuvuleka imisebenzi ,imshado,omaqondana,izingane ,kuphila abagulayo ngohlukana kwezifo ,Kubakhona uthula ekhaya nase mndenini ,dlula NGO ameni umukele iSibusiso Sakho mntakababa 🙏🙏🙏

Address

Madadeni I Madadeni
Newcastle
2951

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when St john apostolic church posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share