Ukukhanya kwamajericho church in Zion

Ukukhanya kwamajericho church in Zion We worship God (Sidumisa uNkulunkulu)

07/01/2026

Big shout out to my newest top fans! Zandile Ziphozenkosi Zwane

24/03/2025

With IVESI Ngosuku – I just got recognised as one of their top fans!

liyini ithemba longenaNkulunkulu
13/03/2025

liyini ithemba longenaNkulunkulu

13/03/2025

Ngokuba uNkulunkulu walithanda izwe kangaka, waze wanikela ngeNdodana yakhe ezelwe yodwa ukuba yilowo nalowo okholwa yiyo angabhubhi, kodwa abe nokuphila okuphakade.

NgokukaJohane 3:16

13/03/2025

Bazalwane bami, nxa nehlelwa yizilingo ngezilingo, anothi kungukuthokoza kodwa, n**i ukuthi ukuvivinywa kokukholwa kwenu kuveza ukukhuthazela.

EkaJakobe 1:2-3

13/03/2025

John 9 verse 1 to 5

09/11/2024

Amen bazalwane

08/04/2024

Isela kalizi kungengokweba nokubulala nokubhubhisa; mina ngize ukuba babe nokuphila, babe nakho kuchichime.

NgokukaJohane 10:10

08/04/2024

IBHAYIBHELI ELINGCWELE 1 KAJOHANE 5:2 Ngalokho siyazi ukuthi siyabathanda abantwana bakaNkulunkulu, nxa sithanda uNkulunkulu, senza imiyalo yakhe.

Ozonda umzalwane wakhe akathandi uNkulunkulu futhi ungofile ,uma sithanda uNkulunkulu siyogcina yonke imiyalo yakhe singaphuli namunye ,sanbonani ekuseni bathandwa ngithi masinganaki okomhlaba singanaki inzondo kepha ngoba singebakaKristu masinakeni okwaphezulu ehe.........🏌🏌

07/04/2024

KwabaseFilipi 4:6
Ningakhathazeki ngalutho, kepha kukho konke izicelo zenu mazaziwe nguNkulunkulu ngokukhuleka nokunxusa kanye nokubonga.

Mhlambe nawe ukube ubungamazisa manje uNkulunkulu isicelo sakho ubezokuzwa.

Ukube ubungayeka ukuyokhala kubangani, uyeke ukuyokhalela ezintweni ezidlulayo, ukhale kuNkulunkulu.

Uthi uNkulunkulu kuMose Eksodusi 3:7
Wayesethi uJehova: “Ngibonile nokubona ukuhlupheka kwabantu bami abaseGibithe; ngizwile ukukhala kwabo ngenxa yabacindezeli babo, ngokuba ngiyazazi izinsizi zabo.

Izinsizi zakho zinikele kuNkulunkulu, uzokuthwalela zona.

Athi ku U-Eksodusi 14:14
UJehova uzakunilwela, nothula nina.

Thula ezitheni, uyekele uJehova akukulwele.
Phuma kwi boxing ring kungene uJehova.

U-Eksodusi 14:13
UMose wathi kubantu: “Ningesabi; qinani, nibone ukusindisa kukaJehova azakunenzela khona namuhla, ngokuba abaseGibithe enibabonile namuhla anisayikubuye nibabone naphakade.”

Lithi izwi likaNkulunkulu bemuka nolwandle olubomvu, u Israel esemwelisile uJehova emhlabathini owomileyo.

Nawe ungawela emhlabathini owomileyo, ubabone abaseGibhithe lakho bemuka.

Okudinga ukwenze ukunikela konke kuNkulunkulu, ungazilweli ngawakho amandla.

Noma uzwa amandla ephela, ake usho njengo Davide,AmaHubo 73:26
Inyama yami nenhliziyo yami iyaphela; nokho uNkulunkulu uyidwala lenhliziyo yami nesabelo sami kuze kube phakade.

God bless you🙏

07/04/2024

Kepha ukuphela kwezinto zonke sekusondele. Ngakho zikhuzeni, nizithibe, ukuze nikhuleke;

1 kaPetru 4:7

Address

40239Riversmeet Madadeni
Newcastle
2951

Telephone

+27825825312

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ukukhanya kwamajericho church in Zion posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Ukukhanya kwamajericho church in Zion:

Share