Dedani ezonweni church in Christ ministries

Dedani ezonweni church in Christ ministries Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Dedani ezonweni church in Christ ministries, Religious organisation, Mtubatuba.

Kule group I group yabazalwane abakhethe u Jesu CHRISTU njengomsindisi wabo awabethelwa e cavalry sathethelelwa izono siyakhuleka sibuyisa ITHEMBA siyashumayela IZWI lenkosi

15/09/2020

Usathane akakwazi ukungena Phakathi kwenu uma ninobu nkulunkulu nithembana futhi NILALE KAHLE bazalwane inkosi inibusise

15/09/2020

BABA EKUSENI SIYABONGA UKUVUKA KUNGASIKHO UKUHLAKANIPHA KWETHU KODWA KUYINTANDO YAKHO BANINGI ABEBEFISA UKULUBONA LOLUSUKU KODWA OKUNGEZEKANGA SIYABONGA BABA

14/09/2020

UKUBA wena wawungenathi ngabe saphelela ENDLELENI abantwana bakwa Israeli bebona ubude bendlela ababe sebeyihambile bekhumbula nezinkinga abandlule kuzo bamkhumbula u Jehovah nawe LA u khona manje u Jehovah ube nawe NILALE KAHLE bazalwane

12/09/2020

Today motivation kunesikhathi LA elike likushise khona ilanga uze ufise sengathi ungathola indawo epholile ezokushayisa ngomoya uma usendaweni eyidolobha uze ufise ukungena ezitolo ezinama air conditioning ngoba uzwa ukushisa ungene ungaqonde kuthenga kodwa inhloso kungukuthi uthole ukuphola kwe air conditioning yalesisitolo ngike ngajula kakhulu ngalento ngizibuza ukuthi kwenzeka kunjani ukuthi I air conditioning ikhiqize umoya ophole kamnandi umoya ojatshulelwa ngabantu abaningi abasuke bezwa ukushisa kwelanga kodwa uma uya esiqwini saleyo air conditioning uye uthole ukuthi injini yayo iyashisa ,yebo kuliqiniso ukuthi I air conditioning iyapholisa yona kuye kwavuka kimi ngathatha isimo se air conditioning ngasifanisa nesomuntu kunabantu ongababona behleka kuvela elomhlathi uze ufise UKUBA yibo kanti ngaphakathi banezilonda ezingapholi ezibashisayo uma ubabona babukeka sengathi konke kubahambela KAHLE kanti ngaphakathi injini iyashisa kunemizi ebukeka imihle NGAPHANDLE kanti ngaphakathi kuyashisa uma undlula ngendlela uze ufise sengathi ungake ungene ngaphakathi kuyona kanti abangaphakathi kuwona bafisa sengathi bengake bephume kuyona kebeshaywe umoya wena ubone izindonga zomuzi zizinhle uze uwuhalele kanti ngaphakathi kade kwabhindlika izindonga nje lezo ezisele eziqinile kodwa uthando ngaphakathi kade lwafa sekusele izidumbu nje kunabantu abahleli emshadweni ,othandweni abangasafisi lutho kulona sebefisa sengathi bangake bephume kulolothando nakulowomshado beke beshaywe umoya babebizana ngomaqondana kodwa abasaqondani omunye uqalekisa ukusu aqoma ngalo kanti omunye uqalekisa usuku aqonywa ngalo kanti kunabanye ababuka abantu abasemdhadweni beze befise sengathi nabo bangake bengene emshadweni NOMA othandweni ngifuna ukuthi kuwe uthando lomuntu luncane futhi luyaphela luyancikisela lunjalo nje isigcino luyaphela ikhona inkosi yamakhosi inkosi enokuthula enothando inkosi epholisa amanxeba epholisa izilonda zeminyaka umondlibwabafelokazi umondli wezintandane Amen

11/09/2020

BABA EGAMENI LIKA JESU CHRISTU UNKULUNKULU WABAFELOKAZI YISE WEZINTANDANE SIBABAZA IGAMA LAKHO NAKUSIHLWA UMKHULU WENA ONGAKITHI SIYAYABONGA MALUSOMUHLE UKUSIGCINA ENTENDENI YESANDLA SAKHO IN JESUS MIGHTY NAME AMEN

11/09/2020

BAZALWANE NILALE OMDALA WEZINSUKU ANIVIKELE ANIPHEPHISE FUTHI NJENGOBA AKWAZI UKUPHEPHISA ABANTWANA BAKWA ISRAEL KUBACINDEZELI BABO

11/09/2020

Zanini kimi Nina nonke enikhatheleyo nenisindwayo ngizoniphumuza

10/09/2020

Baba siqinise kusihlwa iba Nathi somandla kulezivunguvungu zakulomhlaba sivikele somandla kulamadimoni aphumile kasathane uvikele baba nemindeni yethu esezinhlungwini ngegama lika Jesu Christ Amen

10/09/2020

Asilwele ukuthi amagama ethu abhalwe embusweni ka nkulunkulu kunokulelwa izikhundla ezinkonzweni esikhoza kuzo

10/09/2020

UMA UNKULUNKULU ENGAKITHI AKEKHO ONGAMELANA NATHI

Address

Mtubatuba

Telephone

+27725498371

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Dedani ezonweni church in Christ ministries posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share