Ithemba Lokukhanya Christian Church of SA

Ithemba Lokukhanya Christian Church of SA ITS WHERE ZION CHRISTIANS MEET TO SHARE

18/08/2026

usho kanje uJehova ,ngikuzwile ukukhala kwakho ngibonile inyembezi zakho buka manje ngizokuphilisa

Amen bazAlwane

18/08/2026

angizazi inkinga zenu kuthi zinzima kangakanani kodwa ke khulekani nibekezele kuzolunga Amen

14/08/2026

IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJOBE 2:4 USathane wamphendula uJehova, wathi: “Isikhumba ngesikhumba, yebo, konke umuntu anakho uyakunika ngokuphila kwakhe.

13/08/2026

KWABASE-EFESU 4:32 Maniphathane ngobumnene, nihawukelane, nithethelelane, njengalokho noNkulunkulu wanithethelela ngoKristu.

13/08/2026

IBHAYIBHELI ELINGCWELE IZENZO 2:21 Kuyakuthi yilowo nalowo obiza igama leNkosi uyakusindiswa.’ Amen

11/08/2026

Qaphela ulwimi lwakho Amen

11/08/2026

IBHAYIBHELI ELINGCWELE 1 USAMUWELI 24:4 Abantu bakaDavide bathi kuye: “Bheka, nantu usuku uJehova asho ngalo kuwe ukuthi: ‘Bheka, ngiyakunikela isitha sakho esandleni sakho, wenze kuso okuhle emehlweni akho.’ ” Wayesesuka uDavide, wasika ngasese umphetho wengubo kaSawule.

10/08/2026

uNkulunkulu akakhohlwanga ngawe nangethembiso zakho Amen

01/08/2026

uNkulunkulu akakubusiseli ukuthi uyohleka noma uyogcilaza abanye abantu ubathathele phasi Amen

31/07/2026

IBHAYIBHELI ELINGCWELE KWABASEFILIPI 1:6 ngethembile ngempela yona le nto ukuthi owaqala umsebenzi omuhle kinina uyakuwufeza kuze kube lusuku lukaKristu Jesu,

Address

4057
Moloto
1022

Telephone

+27736678725

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ithemba Lokukhanya Christian Church of SA posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Ithemba Lokukhanya Christian Church of SA:

Shortcuts

Share