Eyonii Niyakulazi iqiniso, neqiniso liyakunikhulula.”

27/04/2025

Ezikamoya Institute It's been 2 weeks since I joined a mentorship program from this space and I couldn't be more grateful for coming across it and also be one of the beneficiaries.
The knowledge I've gained from it in these two weeks is what I did not see myself learning in a month (self learning)..

iDlozi likhona ngempela mkhulu🥹

22/02/2025
🙏🏾
13/10/2024

🙏🏾

08/07/2024

Lala mfwethu ugijimile kiskhalanga ziyakwazi izinsizwa yonk indawo, awudumanga ngasekhaya e Newcastle kuphela, nathi ethekwini sikwazi kahle, sbonge u GIYA Zion esibuyisela lombukiso,

Eyonii 🕯️Sihlobo sami ukunqoba kwakho endleleni enzima kukuJehova👏 noma singaba sibi kanjani isimo😭 impendulo ikuJehova🙌...
22/10/2023

Eyonii 🕯️

Sihlobo sami ukunqoba kwakho endleleni enzima kukuJehova👏 noma singaba sibi kanjani isimo😭 impendulo ikuJehova🙌 kungabonakal' engathi uthule okwamanje😭 kodwa yena uyalalela futhi uyaphendula👏👏👏

1 IZikronike📖 21:26 "*UDavide wamakhela lapho uSimakade i-althare, wanikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula, wakhuleka kuSimakade. USimakade esezulwini waphendula ngomlilo e-althare leminikelo wokushiswa."

Ikhwaya : Insindiso Yobukrestu mass Choirr/Mighty Vocal Mass

Unthwebuli : Sihle BhenguThe Soul Healerr

Eyonii 🕯️Sihlobo sami ukunqoba kwakho endleleni enzima kukuJehova👏 noma singaba sibi kanjani isimo😭 impendulo ikuJehova🙌...
20/10/2023

Eyonii 🕯️

Sihlobo sami ukunqoba kwakho endleleni enzima kukuJehova👏 noma singaba sibi kanjani isimo😭 impendulo ikuJehova🙌 kungabonakal' engathi uthule okwamanje😭 kodwa yena uyalalela futhi uyaphendula👏👏👏

1 IZikronike📖 21:26 "*UDavide wamakhela lapho uSimakade i-althare, wanikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula, wakhuleka kuSimakade. USimakade esezulwini waphendula ngomlilo e-althare leminikelo wokushiswa."

Abalandeli 🙌🏽🤎
Umthwebuli: Sihle

Eyonii 🕯️IZaga 10:18 "Ofihla inzondo unezindebe zamanga;ophumisa inhlebo uyisiwula. 19 Lapho amazwi emaningi khona,akuph...
19/10/2023

Eyonii 🕯️

IZaga 10:18 "Ofihla inzondo unezindebe zamanga;
ophumisa inhlebo uyisiwula.

19 Lapho amazwi emaningi khona,
akuphuthi ukuphambeka;
obamba umlomo wakhe uhlakaniphile."

Umuntu okuzonda afihle unamanga👏 Umuntu akaphumel' obala ma ekuzonda angakuzond' emakhoneni👏 ophimisa inhlebo uyisiwula 👏 qaphela amazwi owakhipha emlonyeni wakho 👏

Ikhwaya : Insindiso Yobukrestu mass Choirr
Umthwebuli: Sihle BhenguThe Soul Healerr

EyoniiISaya📖 12:6 "Memeza, ujabule wena ohlezi eSiyoni,ngokuba mkhulu oNgcwele ka-Israyeli phakathi kwakho.”Sihlobo sami...
18/10/2023

Eyonii

ISaya📖 12:6 "Memeza, ujabule wena ohlezi eSiyoni,
ngokuba mkhulu oNgcwele ka-Israyeli phakathi kwakho.”

Sihlobo sami nika uNkulunkulu indumiso yakhe👏 ukuze naye ahlangabezane nezidingo zakho👏 ngoba indumiso yakho iyamthokozisa uJehova, mdumise uhamba' endleleni ngenhliziyo🖐 umdumise usebenza kuvuke ihubo ngaphakathi kuwe🙌 umdumise ushayela👏 umdumise usezinkingeni👏 ubone insindiso yakhe👏👏

Memeza igama likaJehova uthokoze ngalo👏 ngoba mkhulu uJehova ongcwele ka Israyeli ophakathi kwakho👏🙏 indumiso inamandla kakhulu🙏🏾

Umthwebuli Sihle BhenguThe Soul Healerr

Eyonii 😭 Jehova uyini umuntu ukuba umlandele kangaka😭👏🙏 Sathengwa ngegazi😭👏Amahubo📖 144:3 "Jehova, uyini umuntu ukuba um...
17/10/2023

Eyonii

😭 Jehova uyini umuntu ukuba umlandele kangaka😭👏🙏 Sathengwa ngegazi😭👏

Amahubo📖 144:3 "Jehova, uyini umuntu ukuba umazi,
nendodana yomuntu ukuba uyikhumbule, na?"

Kmel' uzazi sihlobo sami ukuthi ungokhethekile (special) kuNkulunkulu 🙏🏾

Eyonii 🕯️Uma isithunzi sakho sikulandela nomaphi lawukhona🖐 kanjalo noJehova wenza kanjalo ma elusa umuntu👏 uthi ezwini ...
15/10/2023

Eyonii 🕯️

Uma isithunzi sakho sikulandela nomaphi lawukhona🖐 kanjalo noJehova wenza kanjalo ma elusa umuntu👏 uthi ezwini lakhe kuMahubo 23:1 "UJehova ungumalusi wami" UJehova ukwelusa ungena noma uphuma esimeni sakho👏 wena vuma ukweluswa👏👏 UJehova uzohamba nawe kuze kube phezu kwethuna🙏 ngob' akashiyani 🙏🏾

Unthwebuli Sihle BhenguThe Soul Healer

Address

3626 Richard Street
Mofolo South

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Eyonii posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share