Shalom Shabbat Zion Church

Shalom Shabbat Zion Church Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Shalom Shabbat Zion Church, Religious organisation, KwaNdengezi.

Shalom bazalwane beNkosi ekseni ๐Ÿ™Œ๐Ÿพ!Ngyethemba niyaphila nonke bazalwane ezindaweni zonke enikuzo ๐Ÿ™๐Ÿพ. Ngithi angithathe l...
09/12/2025

Shalom bazalwane beNkosi ekseni ๐Ÿ™Œ๐Ÿพ!

Ngyethemba niyaphila nonke bazalwane ezindaweni zonke enikuzo ๐Ÿ™๐Ÿพ.

Ngithi angithathe lelithuba ngibonge ukufaka kwenu isandla ekwenzeni inkonzo yethu ibe yimpumelelo.

Ey bazalwane beNkosi ibiyinhle kakhulu inkonzo yethu bazalwane ngenxa yenu.

Sibonga asiphezi nangeminikelo eniyikhiphile yezidingo zebandla. Ngiyethemba ushla uNtombela usazokhuluma ngalokho.

Ningayeki ukwenza okuhle bazalwane beNkosi.

Yimi owenu eNkosini KS Mthiyane ๐Ÿ™๐Ÿพ

Siyibandla iShalom Shabbath Zion Church sithanda ukudlulisa ukubonga kubazalwane ngokuba kanye nathi enkonzweni yethu ye...
13/07/2025

Siyibandla iShalom Shabbath Zion Church sithanda ukudlulisa ukubonga kubazalwane ngokuba kanye nathi enkonzweni yethu yesivuno ebe impumelelo๐Ÿ™๐Ÿผ uJehova anobusise bazalwane Ameni๐Ÿ‘๐Ÿฝ๐Ÿ’™๐Ÿค๐Ÿ’š

KwaNdengezi this coming Saturday๐Ÿ‘๐Ÿฝ abafisa ukuphumelela bangathinta izinombolo ezikwibposter๐Ÿ™๐Ÿผ๐Ÿ’™๐Ÿค๐Ÿ’š
01/07/2025

KwaNdengezi this coming Saturday๐Ÿ‘๐Ÿฝ abafisa ukuphumelela bangathinta izinombolo ezikwibposter๐Ÿ™๐Ÿผ๐Ÿ’™๐Ÿค๐Ÿ’š

01/07/2025

Usememezele unobhala๐Ÿ‘๐Ÿฝ๐Ÿ’™๐Ÿค๐Ÿ’š

28/05/2025

Happy Monday Bazalwane๐Ÿค๐Ÿ’™๐Ÿ’š

Shalom๐Ÿ‘๐ŸฝUyamenywa mzalwane ukuba uzohlanganyela kanye nathi lapho sifunda khona mhlaka 18, 22:00 eMbaliyezwe creche.
14/05/2025

Shalom๐Ÿ‘๐Ÿฝ

Uyamenywa mzalwane ukuba uzohlanganyela kanye nathi lapho sifunda khona mhlaka 18, 22:00 eMbaliyezwe creche.

25/04/2025

Passover highlights ๐Ÿ˜…๐Ÿค๐Ÿค๐Ÿ’™๐Ÿ’š

Welcoming our new Branch Executive Committee 2025-2027 ๐Ÿค๐Ÿ’™๐Ÿ’š๐Ÿ™Œ๐ŸฝChairperson: Mr. NtombelaDeputy Chair: Ms. GumedeGeneral Sec...
24/04/2025

Welcoming our new Branch Executive Committee 2025-2027 ๐Ÿค๐Ÿ’™๐Ÿ’š๐Ÿ™Œ๐Ÿฝ

Chairperson: Mr. Ntombela
Deputy Chair: Ms. Gumede
General Secretary: Ms.Khumalo
Deputy Secretary: Ms. Sithole
Education @ Ministry: Mr. Mthiyane
Media and Publicity: Ms. Lushaba
Treasurer: Mrs. Njapha
Project Officer: Ms. Dubazana

The Shalom Shabbat Zion Church would like to appreciate our outgoing BEC from 2022-2025. Ukuzikhandla kwenu nisebenzela ...
24/04/2025

The Shalom Shabbat Zion Church would like to appreciate our outgoing BEC from 2022-2025. Ukuzikhandla kwenu nisebenzela ibandla akusilo ize leze๐Ÿ™Œ๐Ÿฝ

Colossians 3:23-24 (NIV)
โ€œWhatever you do, work at it with all your heart, as working for the Lord, not for human masters, since you know that you will receive an inheritance from the Lord as a reward. It is the Lord Christ you are serving.โ€

Congratulations to our new Pastor Mthiyane๐Ÿ™Œ๐Ÿฝ๐Ÿค๐Ÿ’™๐Ÿ’š
23/04/2025

Congratulations to our new Pastor Mthiyane๐Ÿ™Œ๐Ÿฝ๐Ÿค๐Ÿ’™๐Ÿ’š

Shalom people of God in the mighty name of Jesus Christ๐Ÿ™Œ๐Ÿพ!Ngiyanibingelela nonke bazalwane eGameni likaJesu. Ngiyethemba...
22/04/2025

Shalom people of God in the mighty name of Jesus Christ๐Ÿ™Œ๐Ÿพ!

Ngiyanibingelela nonke bazalwane eGameni likaJesu. Ngiyethemba ukuthi lomyalezo uzonithola niphilile.

Ngithanda ukudlulisa ukubonga okukhulu kini nonke ngomsebenzi eniwenzile ukwenza inkonzo yethu ibe yimpumelelo ๐Ÿ™๐Ÿพ.

Siwubuholi bebandla i Shalom Shabbat Zion Churchโ›ช๏ธ sithi nje iNkosi inibusise.

Ningakhathali ukwenza okuhle; maninganqotshwa ngokubi nqobani okubi ngokuhle.

INkosi isithanda sonke๐Ÿ˜!

Shalom
23/02/2025

Shalom

Address

Kwandengezi

Telephone

+27780766804

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Shalom Shabbat Zion Church posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share