Ubizo lwami

Ubizo lwami Simplification of spiritual affairs , and going back to our root sithi azibuyele emsisweni ���

29/11/2024

Big shout out to my new rising fans! Lungelo Sdudla

20/01/2024

Compliment of the season Bantwana bakaMoya . Ndawuwe boGogo no Mkhulu ngiyaThokoza eziNdlondlweni . Ngyavusela emaThongeni asemiFuleni nasmiGedeni. Ngiyanibiza nonke enihlanzekile nenigezekile ngithi abadala nabancane . Bese maLwandle naseZibeni ngyakhuleka eziMpophomeni . Izandla zedlula ikhana . Ngiphinde ngibingelela kwabaphathiswa yezemfihlakalo yaseMazulwini. Esithandaza kuphela abonhliziyo zimhlophe onkophe zimanzi . Niyaphila kodwa onyakeni omusha .

-elihle

Send a message to learn more

31/10/2023

Good evening

We bft iyeken lento yokucabanga ukuthi amadlozi ayacela ukuniph iziphiwo . Or it a matter of ukubonisana . You have that calling whether you like it or not bona they don't give a damm bafuna okwabo ngeskhath abakufuna ngaso and yours is to serve njenge ngane .



26/10/2023

Ekuseni syathokoza ....

Ake sibhek le yokusebenzisa umchamo . Yes uyanconywa left , right and center . But are u paying attention to the most important part. Ewukuthi kunamadlozi angazi yamanis nje nokungcola . Not to mention izithunywak ngob abanye benu banezithunywa. Manje nizincolisa kanjn ngomchamo . Lento ngingash ukuthi ifana njengoku thaka imithi ngama futha ezilwane . Yes kuyasebenza and ku fast but idlozi lona lenze njn ? . Ukungcol kuphuma ngo mchamo emzimben womuntu same mchamo sigeza ngawo . Shuth syafan nokugquma sithi sikhiph isnyama siphinde sigeze ngalawo manzi .

Good morning



25/10/2023

Thokoza eMakhosin .....

Seliyozilahla kunin akesithi nje ukuxoxa xoxa kade ngani gcina .

Ouk ake siqale ngalaba abalinde ukuboniswa oGobela,Akaksazi isdalwa sakhe ,Ungenwe abobani ...yonke nje leyo genge come forward. While you're still waiting what have done so far ? . Noma nje uhleli ulinde lelo langa .

After la I'll share ubufakazi bami regarding lezizinto engizibal ngaphezulu .

25/10/2023

Emin yantambama syathokoza emakhosin amakhulu. Bo gogo no Mkhulu ngyathokoza .

Bazalwan truth be told alikho idlozi elithwasisa umuntu ukuthi asebenze online. But kuyimizamo elula esisebenzisayo ukuthi sikwaz ukusabalalalisa ulwazi ezindawen ezining masishan . Kuma social media platforms singena kuwo ngoba sithanda ... we use our own time and data . Nokungumusa noma silula isandla ngakho ngyacel sisebenzisan shuth sibe nendlela yokukhulum . U can't expect ukuth sihlez sise foni 24/7 at least if m unavailable leave the message okanye u move kweliny i page baningi abantu abasizayo .

Asilwi kodwa nje ngith asikhumbuzan ngale .

Good afternoon

25/10/2023

Thokoza bogogo nomkhulu ... 2day benginelanga lonke for abadinga usizo nokuboniswa ngokobizo ...kodwa i page 👉 u UUbizo lwamiAwusebenzi messenger wakhon so ill be be using my personal acc NNkosana Yako Malume IIuntil further notice ngyabonga ...

Address

Kwamashu

Opening Hours

09:00 - 17:00

Telephone

+27648666768

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ubizo lwami posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Ubizo lwami:

Share