BW ZION

BW ZION Promote and Makert Zion
(1)

29/05/2026

Zion Youth Forum tomorrow ๐Ÿ™Œ
Block 7 old Limko premises

๐Ÿ•Š๏ธ MESSAGE OF CONDOLENCEWe extend our heartfelt condolences to The Christian Catholic Apostolic Holy Spirit Church in Zi...
26/05/2026

๐Ÿ•Š๏ธ MESSAGE OF CONDOLENCE

We extend our heartfelt condolences to The Christian Catholic Apostolic Holy Spirit Church in Zion on the passing of President Dr TE Nkonyane.

A devoted servant of God, faithful leader, and pillar of Zion whose legacy of faith and dedication will forever be remembered.

May the Almighty Lord comfort, strengthen, and uphold the church and the Nkonyane family during this difficult time.

Rest in eternal peace. ๐Ÿ•Š๏ธ

Izenzo 1:4Kwathi sebengenile, benyukela ekamelweni eliphezulu, lapho bebehlala khona.Izenzo 1:13Bonke laba baqinisela ng...
24/05/2026

Izenzo 1:4
Kwathi sebengenile, benyukela ekamelweni eliphezulu, lapho bebehlala khona.

Izenzo 1:13
Bonke laba baqinisela nganhliziyonye ekukhulekeni kanye nabesifazane, noMariya unina kaJesu, nabafowabo.

Lithi izwi uJesu eqeda ukwenyukela ezulwini, bahlangana abafundi bakhe, benyukela ekamelweni eliphezulu, bayolinda ukwemukeliswa amandla kaMoya oyingcwele.

uJesu
kwathi ehlangene nabo, wabayala ngokuthi: โ€œNingamuki eJerusalema, kodwa nihlalele isithembiso sikaYise enasizwa ngami.

Kubiza ukuthi isethembiso sikaBaba sisilinde endaweni efaneleyo.

Kumele sibekezele sisemkhulekweni.

Uma kufika okunqaba ukuba sikhuleke silwe kakhulu.

Ngesikhathi kungavumi ukhuleke, uvumela ukudlondlobala kwesitha.

Supress that laziness ngoba ivela kusathane.

Yazi mntakababa ukuthi kunesethembiso phezu kwempilo yakho.

That promise will be fulfilled only if you're waiting in the correct place.

If you're waiting in prayer.

Ekseni ake si claim izethembiso zethu ezebiwe usathane ngegama likaJesu.

Ekseni ake sibuyele Kuma positions ethu afanele, ukuze samukeliswe esakuthenjiswa uNkulunkulu.

Asizilahle sibuyele emlindweni, ekamelweni eliphezulu.

Vuka usho kanye nami ekseni sithi:

Impela uphakeme Nkulunkulu wethu omile ingunaphakade.

Impela unguMboshongo olondanayo.

Impela uyinzulu yesimanga.

Impela ungophilileyo egameni LikaJesu.

Siza kuwe ekseni, sizobonga ukugcinwa esandleni sakho somusa.

Sizobonga abalindi abalindile phezu kwezingange zethu, bangalala nakanye.

Qala nathi usuku uhambe nathi endleleni yethu yonke.

Uthe ezwini lakho
Zonke izindawo ayakunyathela kuzo amathe onyawo lwenu ngininikile zona, njengalokho ngakhuluma kuMose. Kusukela ehlane nakuleli Lebanoni kuze kufike emfuleni omkhulu, umfula u-Ewufrathe, lonke izwe lamaHeti, nakuze kube seLwandle Olukhulu ngasentshonalanga, kuyakuba ngumkhawulo wenu. Akuyikubakho muntu ongema phambi kwakho zonke izinsuku zokuhamba kwakho; njengalokho nganginaye uMose, kanjalo ngiyakuba nawe; angiyikukuyeka, angiyikukushiya.

Namanje siyabonga ukuthi awuyukusishiya Thixo wethu.

Ngegama nangegazi likaJesu Krestu waseNazaretha.
Amen

Revival Of Salvation

23/05/2026
23/05/2026

First Lady of The Republic Of Botswana ๐Ÿ‡ง๐Ÿ‡ผ

23/05/2026

Dr Macheno

23/05/2026

Chief Bishop Nxumalo

18/05/2026

Netswera Khumbelo & Spiritual
VHO THEMBA MINI




Address

Johannesburg

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when BW ZION posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to BW ZION:

Share