Shoba lemanzi engwevu

Shoba lemanzi engwevu konke kwavela ngaye

28/09/2023

Ngibingelele engameni lenkosi yase bhleni bokuphakama [ ayikhumbule indlu kaSenzangakhona no Dingane echithekileyo, ayibuthe ekuchithekeni kwayo].

bandla lika menzi wezulu nomhlaba uShembe uthi wonke umhlaba uzoba ngama Nazaretha wembathe ingubo emhlophe, bengathi ngathi labantu abashiwo uShembe bengasifica sinolwazi ngento esikuyo ukuze abafika nako kungeke kusishintshe thina kodw kushintshe bona ngoba uShembe uphelele akukho ashoda ngakho izihlabelelo ziwu 242 ezalotshwa uShembe bengathi singakugcina lokho ngoba kuno mthetho emthethweni yeseFungo noma ebhukwini elinemithetho yenkolo elithi akuhlatshelelwa izingoma ezingekho ezihlabelelweni kuleli sonto.
nokuphathwa kwenkonzo yakuleli sonto akupolitikwa kupikelwane kuchazwa indaba ka shembe kuphela ngoba uShembe weze emhlabeni ukuzo hlanganisa abantu ukuzohlanganisa izigodi ezazingangenelani ngokwakuqala kwakune nduna nepolitiki uShembe wasikhipha kwezepolitiki wabe eseqeda ukucwasane ngokwezi godi engathi lokho besingaku qhubeza kungafi ukuthi umuntu ungaphansi kwamuphi umfundisi kungalibulali ibandla sikhumbuzane ngomthetho kuphela ukuthi uShembe phambi kwakhe ufuna abantu abanjani hleze nemizi yobaba nomkhulu iyovuka makunjalo.
uMgidi wakuleli sonto awuhlanganisi inhlalisuthi igida yodwa iqede nomama bagide bodwa baqede namakhosazane agida wodwa aqede lezinhlaka zihlangana emshadweni kuphela futhi nakhona kusondelana umyeni no makoti labo abasuke beshada kuphela umuntu akagidi nentombi yakhe ebese ethi wenza into kaShembe.
KUKONA KONKE
UMA UNGAKWENZELI USHEMBE
UHLUBUKILE.
NGYAZIBONGELA

Nakho ukuzalela ekhaya ungaganiwe akukaze kwaba into enhle, Sekwenzekile wazalele khaya ngokungenhloso nalo okuzalisile ...
19/09/2023

Nakho ukuzalela ekhaya ungaganiwe akukaze kwaba into enhle,
Sekwenzekile wazalele khaya ngokungenhloso nalo okuzalisile wangasibona isidingo sokuvela kini ayogeza umuzi kayihlo akhokhe nenkomo ka nyoko noma wangaba nawo amandla okukwenzela lokho kusemahlombe akho muntu wesifazane ukukwenza konke lokhu ngoba nawe uvumile akakugibelanga ngenkani uma ungakwenzanga uzizwa kanjani udlisa abantu abadala amanyala noma ukungcola kwakho ngoba phela lento ayihlukile nomuntu ongeza abese ephuzise abantu abamzalayo amanzi akade egeza ngawo kuyake kuthini uma ubona ekhaya kuhlatshwa ezinkulu impongo nenkabi zenkomo ube wazi kahle kuthi wangcolisa umuzi kayihlo omunye wesifazane uyake aze abambe imbuzi aye nayo emsamu ayocela inhlanhla, kanjani umuzi ungawugezile umawakho yena umthengela kanjani ama kfc kodwa inkomo yakhe engayazi yashonaph nhlanhlani ozoyithola makunjalo omunye udla esithebeni sezintombi ebe ezazikahle ukuthi kayisekho inkomo umbuzo uzosigeza ngani ngoba phela awudli wedwa kukhona nentombi ezingamathongo asekhaya ezisebenzisa isthebe esisodwa nawe ekubeni wena sungena ebafazini begceke uyosigeza ngani mase izinto zingalungi usole abathakathi kodwa wazi indoda emzini kayihlo abafazi sebebabili egcekeni azibuyele emasiswini zulu omnyama.

05/06/2023

Don’t ever feel bad for making a decision about your own life that upsets other people. You are not responsible for their happiness. You’re responsible for your own happiness. Anyone who wants you to live in misery for their happiness should not be in your life anyway.

NGIBHLUNGU NGENGIZOKUSHO NGOBA ANGIKUFUNDISWANGA EKHAYA NOMZALI WAMI AKAKWAZI kambe into enje yenzeka kanjani NOWEPHUME ...
05/06/2023

NGIBHLUNGU NGENGIZOKUSHO NGOBA ANGIKUFUNDISWANGA EKHAYA NOMZALI WAMI AKAKWAZI kambe into enje yenzeka kanjani NOWEPHUME EKHAYA ENENGOZI AYISHIYE KUMZALI EKHANDA SIMFICE EDOLOBHENI EKHULUMA INDABA KANKULUNKULU EFUNDISA ABANTU UKUKHOLWA NOKUHLONIPHA NOHLULILE EKHAYA NGOBUFEBE ABAZALI BAKHUZA BAZO BASHA AMAZWI LUTHO YENA UDLA UBUSHA BAKHE UBUYE EDOLOBHENI ESEVUKWA IDLOZI ESEHLOLELA ABANTU KANTI NABAGASEKHO BAYAHLALA YIN KUMUNTU OHLULE UMTHETHO WABAZALI iskhathi esiphila kuso sisha kodwa inhlonipho ayibulali NGIBUHLUNGU NGYEZWELA NGOBA ENGIZOKUSHO NASEKHAYA ABAZALI ABAKWAZI

Address

41 Ally Road
Isipingo
4133

Telephone

+27718902751

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Shoba lemanzi engwevu posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Shoba lemanzi engwevu:

Share