Ubuhlebenkazimulo church in zoin under archbishop SA Mzimela

Ubuhlebenkazimulo church in zoin under archbishop SA Mzimela Amahubo .119:11

"Enhlizweni Yami ngiyalonda
Izwi lakho ukuze ngingoni kuwe

04/07/2025

Sinibingelele kuwu lwesihlanu sithi unkulunkulu anigcine ❤️🙏

15/08/2024



-mama

Kuwusuku olukhulu namhlanje kulosine banyukela entabeni omama

ISaya 54 vs 17

Asikho isikhali esenzelwe wena
Esiyakuphumelela nalo lonke ulimi, olukuvukelayo luyakwahlulelwa, lokho kuyifa nezinceku Zika Jehova nokulunga kwazo
Okuvela kimi, usho Ujehova

14/08/2024



Inkonzo yemashi yephasika

🕯🙌

14/08/2024


zoin

Duteronomi : 28 :8-15
8. “UJehova uyakuyala isibusiso sibe phezu kwakho ezinqolobaneni zakho nakukho konke obeka kukho isandla sakho, akubusise ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.
9. “UJehova uyakukumisa ube yisizwe esingcwele kuye njengokufunga kwakhe kuwe, uma uyigcina imiyalo kaJehova uNkulunkulu wakho, uhambe ezindleleni zakhe.
10. Bonke abantu bomhlaba bayakubona ukuthi ubiziwe ngegama likaJehova, bakwesabe.
11. UJehova uyakukwandisela okuhle: inzalo yesisu sakho, nenzalo yezinkomo zakho, nezithelo zomhlabathi wakho ezweni uJehova alifungela oyihlo ukukunika lona.
12. “UJehova uyakukuvulela indlu yakhe yengcebo, izulu, anise imvula yezwe lakho ngesikhathi sayo, abusise wonke umsebenzi wesandla sakho; uyakutsheleka izizwe eziningi, kepha ungatsheleki lutho kuzo.
15. “Kuyakuthi uma ungalilaleli izwi likaJehova uNkulunkulu wakho ukuba uqaphele ukwenza yonke imiyalo yakhe nezimiso zakhe engikuyala ngakho namuhla, zonke lezi ziqalekiso zikwehlele, zikufice.

Isango lakhona lisavulekile 🥺🔐
25/05/2024

Isango lakhona lisavulekile 🥺🔐

   Ngcobo
25/05/2024



Ngcobo

 Sekho_mzimela
25/05/2024


Sekho_mzimela

25/05/2024

Miss Nyathikazi
25/05/2024

Miss Nyathikazi

  Badlulisa ukuthi Happy birthday  ku Gogo webandla   -Nyathikazi  akakhule inkosi  imugcine
29/04/2024



Badlulisa ukuthi Happy birthday ku Gogo webandla
-Nyathikazi
akakhule inkosi imugcine

28/04/2024


  .A MZIMELA   _in_zion
28/04/2024


.A MZIMELA
_in_zion

Address

P 100
Inanda

Opening Hours

11:00 - 14:00

Telephone

+27613076604

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ubuhlebenkazimulo church in zoin under archbishop SA Mzimela posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Ubuhlebenkazimulo church in zoin under archbishop SA Mzimela:

Share