St.Joseph Catholic Parish, Amatikwe Mission, Inanda

St.Joseph Catholic Parish, Amatikwe Mission, Inanda For Catholic Church members only.

14/09/2021

Feast of the Exultation: The weapon of our salvation was the wood of the cross… we exult this holy cross, this sacred image of our liberation, on which hung the Savior of the world…
🙏🏻🙏🏻🙏🏻

14/09/2021

*IZIFUNDO ZOHLELO LWENKONZO*
*_OlwesiBili, 14 September 2021_*
Isonto la-24 lenkathi yonyaka
*_UmKhosi wokuphakanyiswa kwesiphambano_*

*Isifundo sokuqala*
_Nm. 21: 4b - 9_
4b. Inhliziyo yabantu yaphela amandla ngenxa yendlela.
5. Abantu bakhuluma kabi ngoNkulunkulu nangoMose, bathi: “Nisikhuphuleleni eGibithe ukuba sifele ehlane na? Ngokuba akukho sinkwa, akukho manzi; umphefumulo wethu uyanengwa yilesi sinkwa esilulana.”
6. INKOSI yathuma izinyoka ezinesihlungu phakathi kwabantu, zabaluma abantu; abantu abaningi bakwa-Israyeli bafa.
7. Abantu bafika kuMose, bathi: “Sonile, ngokuba sikhulume kabi ngeNKOSI nangawe; khuleka eNKOSINI ukuba isuse izinyoka kithi.” UMose wabakhulekela abantu.
8. INKOSI yathi kuMose: “Zenzele inyoka enesihlungu, uyibeke ensikeni; kuyakuthi yilowo nalowo olunywayo, lapho eyibheka, uyakusinda.”
9. UMose wenza inyoka yethusi, wayibeka ensikeni; kwathi lapho inyoka imlumile umuntu, uma ebeyibheka inyoka yethusi, wasinda.

*Isihlabelelo sokuphendula*
_Hl./Hub. 78: 1bc - 2, 34 - 35, 36 - 37, 38_
*_Ungakhohlwa yimisebenzi yeNKOSI._*
1. Zwanini, bantu bami, umthetho wami, nibeke izindlebe zenu emazwini omlomo wami.
2. Ngizakuvula umlomo wami ngomfanekiso, ngibonakalise izimfihlakalo zasendulo.
*_Ungakhohlwa yimisebenzi yeNKOSI._*
34. Lapho ebabulala, bamfuna; babuye bamfunisisa uNkulunkulu.
35. Base bekhumbula ukuthi uNkulunkulu uyidwala labo; uNkulunkulu oPhezukonke ungumkhululi wabo.
*_Ungakhohlwa yimisebenzi yeNKOSI._*
36. Kepha bamthopha ngomlomo wabo, baqamba amanga kuye ngolimi lwabo;
37. ngokuba inhliziyo yabo yayingabambeleli kuye, bengathembekile esivumelwaneni sakhe.
*_Ungakhohlwa yimisebenzi yeNKOSI._*
38. Kepha yena enesihawu wathethelela ububi babo, akabhubhisanga; yebo, wabamba kaningi intukuthelo yakhe, akavusanga lonke ulaka lwakhe.
*_Ungakhohlwa yimisebenzi yeNKOSI._*

*Isifundo sesibili*
_Fil. 2: 6 - 11_
Bazalwane, uKristo uJesu
6. owathi enesimo sikaNkulunkulu, akaze asho ukuthi kuyinto yokuphangwa ukulingana noNkulunkulu,
7. k

11/08/2021

💚 *Prayer to St. Joseph to Make Our Family a Family of Saints*

Confident, humble and persevering prayer is infallible, as the Church teaches us.
What better prayer to pray daily than a prayer to St. Joseph asking him to save all the members of our family so that we might be a family of saints in Heaven one day?

*PRAYER*

Glorious Saint Joseph! Thou to whom God confided the care of the two persons He most loved on earth, forget not that we too have been entrusted to thy care.

Thou who art our protector and our father, deign to take our interests into thy own hands, but above all, watch over all that concerns our souls.

O virtuous guardians of the Holy Family, by thy powerful intercession, make us a family of saints. And since to merit thy favors, we must strive to imitate thy virtues, obtain for us all a sincere will to walk in thy footsteps and to be like thee, full of love for Jesus and Mary and faithful to all our other duties.

Thou art too jealous of the glory of God and our salvation to refuse to receive our prayers.

O beloved head of the Holy Family, graciously hear us.

Amen.

Address

St. Joseph's Parish 84 Amatikwe Area 10
Inanda
4309

Telephone

+27315182013

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when St.Joseph Catholic Parish, Amatikwe Mission, Inanda posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share