Knowledge and Thula

Knowledge and Thula New Vision Life in Christ Ministries UJesu Kristu uyinkosi uyabusa!!

Abantu bam bayabhubha ngenxa yokuswela ulwazi..Imfundiso-ze yabantu ithi uPawula wayengena umPhostoli! Wayengekho kubafu...
07/08/2018

Abantu bam bayabhubha ngenxa yokuswela ulwazi..Imfundiso-ze yabantu ithi uPawula wayengena umPhostoli! Wayengekho kubafundi bakaJesu!!Kanti wayewubani?kodwa Mina ngithi wayenguye umPhostoli uyefana nokuthi wangena eskhundlen sikaJuda umkhapheli ngoba uPawula esawu Sawule ezingela amakholwa wambona uJesu qobo lwakhe engakanyukeli eZulwin lapho uPawula wayesendleni eya eDamaseku kodwa ngokumazi nokubona uJesu kwabiz ukuth ashintshe ashintshe indlela nohambo lwakhe wabuyela emumva...Pho lezimfundiso ze zivelaphi?ezwin?kubantu?kwizazi?Pho kuphi?.....??

08/06/2018

Abantu bami bayabhubha ngenxa yokuswela ulwazi..Umphiki-Krestu uphumile..Encwadini yeSAMBULO kulotshiwe ukuth"Emva kweminyaka eyinkulungwane(after 1000years)uSathane uyikhululwa wehlela emhlabeni ukudukisa izizwe.."Masibuka konke okwenzakalayo namuhla kuyasifakazela iSAMBULO vele sikuyo iminyaka yenkulungwane..

Ukuhleka kuhle kwehlisa izinga le stress..ake sihleke ndawonye ngale pic
07/03/2017

Ukuhleka kuhle kwehlisa izinga le stress..ake sihleke ndawonye ngale pic

  Itheku Fm 89.0 Rocks..Liyaphilisa
12/02/2017

Itheku Fm 89.0 Rocks..Liyaphilisa

04/12/2016

Bathi bephuma eJerusalema Abafundi bakhe bamkhombisa izakhiwo zonke zethempeli..uJesu wathi kubo" Lokhu enikubonayo akusayikisala itshe phezu kwetshe waphinde wathi kubo " Maye kuye itshe elowela phezu kwakhe kodwa loyo oyowela kulo itshe alisayikumlimaza kodwa lomcolisa" Asiwele kulo itshe elinguKristu ukuze sifumane ukuphila kwaphakade..

What a Nightshift!! @ Exotex Textiles
28/11/2016

What a Nightshift!! @ Exotex Textiles

24/11/2016

Isambulo20:7..Nanxa isiphelile imnyaka eyinkulungwane (1000yrs) uSathane uyakhululwa etilongweni aphumele emhlabeni ukudukisa izizwe.."lelivesi liyisambulo sikaJohane sakudala kodwa uma sibheke okwenzekayo namuhla kufakazela lelivesi..Konke okusencwadini engcwele kuyikho kuze kube phakade!!

Ujesu mkhulu ngize ngimthole udadewethu after 7 years..Ngiyambonga uJehova osebenza emfihlakalweni..Namhlanje ngath ngiz...
22/11/2016

Ujesu mkhulu ngize ngimthole udadewethu after 7 years..Ngiyambonga uJehova osebenza emfihlakalweni..Namhlanje ngath ngizalwa kabusha injabulo..Ungcwele ungcwele Halleluya Hosana Kweliphezulu!!

Kwasuka lokho mhlaka 3Dec 2016
18/11/2016

Kwasuka lokho mhlaka 3Dec 2016

18/11/2016

John 11:38..uJesu wathi"Susani itshe"..:44 Esekhulume lokho wamemeza ofileyo wavuka..uJesu wathi kubo "Mthukululeni nimyeke ahambe.." UJesu usikhipha ebumnyameni noma ngabe isikhath seside kangakanani sesinuka sinjalo uyasivusa..Kepha kubiza ukuth kusuke wonke amatshe aphambi kwethu avimbile ukuze angene bese kusuka zonke izindwangu esimbhozwe ngazo ukuze sibone ukukhanya kuvuleke umqondo..Izwi liyamvusa umuntu kuthi ivangeli lisuse izindwangu uJesu angene Abe wumhlengi wezimpilo zethu..Akabongwe osebenza emfihlakalweni Halleluya!!

17/11/2016

Izikole esasifunda kuzo emafamu zazikude nasemakhaya sasivuka ekuseni ngovivi siqale sihambe uma lina imfula yayigcwala singakwazi ukuwela noma siwele kanzima sibambane siwele kodwa ngenxa yokomela ulwazi nempumelelo sasingakunaki lokho sasiya esikoleni kuzo lezo zinkinga nobude bendlela..Engath nokukholwa kwethu singakufanisa nalelobanga elide lokuya esikoleni noma imfula igcwala endleleni kodwa siwele kanye noJesu ukuze sigcine siphumelele size sithole izitifiketi zokuvula iminyango yasezulwini..Kuyahambeka noma kungafika ziphi izimo endleleni uma nje sizobambelela kuJesu ozosiwelisa imifula..

ITheku Fm 89.0 liyaphilisa
15/11/2016

ITheku Fm 89.0 liyaphilisa

Address

Exotex Textiles 3 Moorewood Road. . Hammarsdale Industrial
Hammarsdale

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Knowledge and Thula posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share