Afm Garden of Grace Mkhobosa

Afm Garden of Grace Mkhobosa Garden Of Grace e mkhobosa even broken tree can bear fruits���

Lalela Mahlobo wami ekuseni nje angikukhumbuse. Mhlobo sisehlane. Yebo siphila ehlane sisehlane.Sisehlane akusindawobyet...
27/04/2023

Lalela Mahlobo wami ekuseni nje angikukhumbuse. Mhlobo sisehlane. Yebo siphila ehlane sisehlane.

Sisehlane akusindawobyethu Lena. Akulona ikhaya lethu la.
Ihlane. Asesabi lutho. Siyazi kunezingonyama nalolonke uhlobo lwesilwane esiyingozi.
Kodwa kukelihane kune dwala elingaziwa nazingonyama zezwe. Kulelidwala kufihlwe ukuphila kwethu. Kulelidwala ila Sithola khona ukuphila. Kulelidwala kula amanzi okuphila kwethu ekhona. Lelidwala lungu Krestu. Abanye balinqaba lelidwala futhi kulotshiwe. Lelidwala Ilona sisekelo sezimpilo zethu
Kodwa kithi izwi lomemezayo kuye u 1 Petru 5 : 2

Yalusani umhlambi kaNkulunkulu ophakathi kwenu, kungabi ngokucindezelwa kodwa ngokwentando kaNkulunkulu, kungabi ngenxa yenzuzo eyihlazo kodwa ngenhliziyo evumayo,

Aqhubeke athi
1 Petru 5 : 5

Ngokunjalo, nina basha, thobelani amalunga; kepha nonke yembathani ukuthobeka, nithobelane, ngokuba uNkulunkulu umelana nabazidlayo, kepha abathobekileyo ubapha umusa.

Asikhathali Noma singabadelelekile kepha izwi lika Nkulunkulu likhaliphile ndawo zombili. Kimi njalo alijiki. Lunamandla liyasithobisa. Ujesu ssiphakamise phezu kwazo xonke izimo izingonyama zezwe ezisiphehlela zona. We realize sisehlane

Athi kuye 1 Petru 5 : 7

niphonse izinkathazo zenu zonke phezu kwakhe, ngokuba uyanikhathalela.

Futhi nkosyami mazikuye zilulankakhulu

Angathi nawe namhlanje ubunga realize ukuthi kwakuswelekile ukuthi Ujesu adabule I Samariya. Wayezomemezela . Wayezodala okungekho ukuthi kube khona futhi kube ngukuphila okuphakade. Wayezophuzisa emthonjeni onamandla.

Nalesosimo uzodlula kuso. Usehlane kepha ungalibaki ukuthi kukelihlane kunedwala elinamandla. Kuphila kwakho kufihliwe kulo. Lelidwala lungu Jesu. Inkosi yamakhosi. Umfeki wethu. Umhlawuleli wethu.

Ujesu uyinkosi futhi uyabusa 🙌
Haleluuuuuuya 🙌🙌🙌🙌🙌

Bishop Mahlobo and Ps MkhizeAfm Garden of Grace Mkhobosa awumncinyane masandelwa ubathwali bomphongolo kangakaAmazulu eh...
22/03/2023

Bishop Mahlobo and Ps Mkhize

Afm Garden of Grace Mkhobosa awumncinyane masandelwa ubathwali bomphongolo kangaka

Amazulu ehlela kithi

Haleluuuuuuya 🌈👋👋❤️❤️❤️🤗🤗🤗🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙏🙏🙏🙏🙏🙌🙌🙌🙌🙌🙌

You are kindly invited to a pre-passover that will be held at Afm Garden of Grace Mkhobosa Ngase chagweCitizen s around ...
21/03/2023

You are kindly invited to a pre-passover that will be held at Afm Garden of Grace Mkhobosa
Ngase chagwe

Citizen s around skhawini a invited. Join us uzizwele ubukhona bula Nkulunkulu

At Garden of Grace even a broken 🌲 can bear fruits

Don't miss out liveAFM GARDEN OF GRACE CELEBRATION CENTER Afm Garden of Grace Mkhobosa will live here on FacebookWoza uz...
04/03/2023

Don't miss out live
AFM GARDEN OF GRACE CELEBRATION CENTER Afm Garden of Grace Mkhobosa will live here on Facebook
Woza uzizwele kuthululwa inhlizyo kaNkulunkulu

Ps Ntombela n lady Ps NtombelaGarden of Grace MkhobosaGod's Visionaries
27/09/2022

Ps Ntombela n lady Ps Ntombela
Garden of Grace Mkhobosa
God's Visionaries

23/09/2022

UnguJehova igama lakho. Unginguye onginguye. UnguNkulunkulu inkosi yamakhosi. Uyindoda yempi. Akekho olingana nawe
Uyidwala elimiyo. Awiguquki. Ungumafung angajiki. Uwena owenza izulu nomhlaba nezinto zonke. Konke okuhle kungokwakhe. Yingakho masikucela egameni lakho usinikeza. UnguNkulunkulu wesihawu. Umusa wakho mkhulu udlula ukujula komhlaba no ubani bawo. Uyakhazimula Nkulunkulu ongcwele. Ungu Bayede wena wedwa🙌. Uyinqaba yethu thina othemba lethu likuwe. Ungumpheme wokuphephela lasikhoselisa khona ukukholwa kwethu ukuba kungazanyazanyiswa lutho. Izinhliziyo zethu sizifihla kuwe from the earth of ububha. Dwala Lensindiso yethu

13/09/2022

Ukuvuka kuka Lazaru
Ukubonakala kwenkazimulo kaNkulunkulu
Xa uno Jesu ufumene ukukhanya kwaphakade🔥🔥🔥

All by Slindile Ntuli

07/09/2022

The Beginings of winsdom is to fear God yena akafan nomunt akalali futh akazeli. Njengomunt akaguquki. Uthand lwakhe lumile njalo ngcela kukukhumbuza kuth eksen nje awuwedwa kulenkinga obhekene nayo awuwedwa hlehla udedele umnini wempi kuzempi ekungamele sizilwele zona ngoba sohluleka okungenzeki kubant kuye kuyenzeka. Unkulunkulu akamufaki munt enkingeni kant futh akamukhiph munt enkingeni mara ungena nawe enkingeni.

Khumbula engena namadoda esthandweni somlilo akawafakanga emlilweni futh akawakhiphanga mara wangena nawo wase ewambatha ngoba yena ungumlilo uqobo. Omisheck no abednicho no nichol abazange bayilwe impi kuphela bathi syamaz umdali wethu ukhna .

Kungenzeka izinto azikuhambel kahle subna engath kwankulunkulu ukuflathele kant cha ukuth akasebenzi usakhungwe isxuku khumbula kulazaru ngenkath esakhungwe isixuku akazange amnake waze wath umaria bheka lomthandayo uyagula wath jesu loko kugula akusikhna okokufa mara okubonakalisa ubukhulu baka jehova. Kuthe eselele yedwa ulazaru wonke umunt eselilahlile ithemba sebeqhelile kwayma ujesu ebonakalisa ubukhulu baka jehova

nawe ngfisa wazi ukuth mungaphuma esxukwin izinto zakho zingenzeka.
Uma usenabant abakukhungile ujesu akanandawo.
Ujesu uqobo umnden wakhe wamjikela nawe lezinkinga obheke nazo bazokubna njengesahluleki bese bekubiza ngamagama baqhele kant bavulela umlilo ozofike ushise znke inkinga.
Ngyabonga nibe nemini enhle.

03/09/2022

Genesis 24 bu Ps Mnguni
Cross night prayer at Garden of Grace Mkhobosa

29/08/2022

Umpristi kwakumele athathe noma iyiphi inyama eyayibanjwe I ngwagi.
Ey nkosyami syabonga Mfundisi Jele. Our Lady Pastor. Ngo Samuel chapter 1 and chapter 2

IBHAYIBHELI ELINGCWELE 1 KWABASEKORINTE 14:1-3,39-40 Jongani uthando, futhi nizondelele iziphiwo zomoya, ikakhulu ukuba ...
19/08/2022

IBHAYIBHELI ELINGCWELE 1 KWABASEKORINTE 14:1-3,39-40 Jongani uthando, futhi nizondelele iziphiwo zomoya, ikakhulu ukuba niprofethe. Ngokuba okhuluma ngezilimi kakhulumi kubantu, kepha ukhuluma kuNkulunkulu; ngokuba kakho ozwayo, ukhuluma izimfihlakalo ngomoya. Kepha oprofethayo ukhuluma kubantu kube ngukwakha, nokududuza, nokuqunga isibindi. Ngakho-ke, bazalwane bami, zondelelani ukuprofetha, ningakuvimbeli ukukhuluma ngezilimi. Kepha konke makwenziwe ngemfanelo nangenhlelo.

14/08/2022

By lady Pastor Ntombela.
Jeremiya chapter 16 verse 5 to....
Liyini ithemba lakho malikumtu. Awa I yini ukuthi baqalekisiwe ithemba labo likubantu. Babusisiwe ithemba elikunkulunkulu.
Ayi zidlele. Ibailomuthi omila ngasemthonjeni izimpande zawo zidonse emanzini okuphila bese uyahluma.

Address

Esikhawini
3887

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Afm Garden of Grace Mkhobosa posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Afm Garden of Grace Mkhobosa:

Share