Isibusiso Samadlelo Aluhlaza Church

Isibusiso Samadlelo Aluhlaza Church Born again

03/10/2021

Ngibingelele malunga esibusiso:nginazisa ngokushiywa u Anele Madonsela ngokukhulu ukuzuma,obehlala ecrushers,may his soul rest in peace😭😭😭

12/09/2021

Ngiyabingelela bazalwane abahle sihlele i trip ye youth yokuvala unyanga siya e muzi lake secunda R600 ukudla, transport n ukungena abafisa ukuya baxhumana noThandeka no Londi

09/08/2021

Ngifisela abesifazabe be ISAAC usuku oluhle ngiyanithanda uNkulunkulu anibusise amen

28/07/2021

Bonke abancwele bakhe bayamenywa ekumdumiseni wozani nonke siyomdumisa amen

09/07/2021

Ngibonge kubo bonke ebebasesilweni,ngeSonto siyahlangana nge 8 ekuseni umncwabo uphuma ngo 10 nitshele abanye ngiyabonga

09/07/2021

Ngiyabingelela egameni likaJesu nginazisa ukuthi sishiywe ugogo Mtshali ohlala e 34 kumikiswa umthandazo namuhla ngo 5 nitshele abanye please

02/07/2021

Ngelinye ilanga baletha kuJesu owesifazane ophingile,bathi ngomthetho wamaJuda umuntu owenza okufana nalokhu ujikijelwa ngamatshe aze afe,uJesu wathi ongenasono akaqale amjikijele,bonke ababelapho bahamba ngamunye ngamunye ophingile wasala noJesu,lalelani ke bandla lenkosi emva kwazo zonke izono ozenzayo khumbula ukuthi uyosala noJesu uphendule ulahlwe, good night kinina enethengwa nge gazi likaJesu Amen

01/07/2021

Endleleni yokukholwa simelwe ukulingwa ngoba umkhumbi ohambayo odibana nezivunguvungu.good morning ma I.S.A.A.C amahle

30/06/2021

Great greeting to all I.S.A.A.C members
NgeSonto isifundo sithe:bheka indawo okuyo ukuthi usazoxhumana yin noNkulunkulu kungenzeka uyathandaza imihla namalanga but ayikho impendulo bheka nawe indawo okuyo.nilale kahle uyanithanda uNkulunkulu yaz

29/06/2021

Kwabaseroma 12 vs 2 ningalingisi leli lizwe ,kodwa niguqulwe isimo ngokwenza ibe ntsha inqondo yenu ukuze nibe nokuhlolisisa okuyintando kaNkulunkulu,okuhle,nokuthandekayo nokupheleleyo

27/06/2021

Siyabonga ekuseni ukugcinwa nguwe Nkosi igama lakho lihle liyasivikela uthe ezwini lakho lingumbhoshongo onamandla ogijimela kulo uyalondeka nanamuhla ekuseni sizakuwe Jesu sidumisa ubukhulu bakho sithi akekho ofana nawe,uphakeme njengemisedari yase libhanon,wazi ekujuleni kwemicabango yethu,sivuselele Nkosi uJesu nanamuhla ekuseni sidinga wena wedwa siyazithoba phambi egameni likaJesu elinamandla amen

Address

Ermelo

Telephone

+27721549960

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Isibusiso Samadlelo Aluhlaza Church posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share