AFM Ezamokuhle Assembly

AFM Ezamokuhle Assembly Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from AFM Ezamokuhle Assembly, Religious organisation, 247 Thokoza Street, Ermelo.

09/10/2020

It is important to always read the word of God. There is no error, miscalculation, misinterpretation, or fallacy in the Word of God. And there is no error in the teaching of Jesus Christ, for He is the Son of God. That is why the Word is so reliable, it answers everything and anything, it also changes anything and anyone. In this season, be a lover of the Word of God!

08/10/2020

Do not allow yourself to wallow away in self pity because of what you lost yesterday or the days past. God would never allow what you lost to be the best you’ve ever had. There is more in your future than there is in your past. Your greatest testimony will be heard very soon!

19/08/2020

Sanibonani bazalwane nonke egameni lenkosi yethu uJesu Kristu Amen. Nginazisa ukuthi umfundisi nekomiti lakhe bahlanganile babonisana ukuthi sesingabuyela enkonzweni ngoba selehlile nenani labantu abathelelekayo ngalegciwane kanti futhi noMongameli uselehlisele ku Level 2 izwe lethu. Ngakhoke sibonisene ukuthi sivule mhlaka 6 September 2020. Siyacela abazalwane babhalise kumam Mdluli uma beza enkonzweni. Okunye bazalwane yilokhu :AKUPHOQWA MUNTU ngokuza enkonzweni, Umuntu uza ngoba ETHANDA YENA. Ngiyabonga

11/08/2020

😍😍😍 may the Lord protect them and keep them for us😍😍😍

  😍😍😍indeed the Lord is in this place πŸ€—
11/08/2020

😍😍😍indeed the Lord is in this place πŸ€—

09/08/2020

Happy women's day to all AFM women, and enjoy your day as the ambassadors of life in this pandemic season

07/08/2020

Sunday: 9 August we are having women's service, dressing code: All Black more information contact us

Ngiyanibingelela  egameni elinamandla le Nkosi yethu uJesu.Bazalwane kusasa usuku lomkhuleko nokuzila ukudla lwase AFM.S...
01/08/2020

Ngiyanibingelela egameni elinamandla le Nkosi yethu uJesu.

Bazalwane kusasa usuku lomkhuleko nokuzila ukudla lwase AFM.

Sizoba nomkhuleko wasentabeni kusasa. Sicela abazalwane sihlangane esontweni sisuke ngo 10 ekuseni,sesiya entabeni ukuyokhuleka. uNkulunkulu anibusise nisazilungiselela. Ningakhohlwa ukuziphathela amanzi okuphuza. Siyabonga

17/07/2020

ISAZISO

Ngibingelela abazalwane bonke egameni leNkosi uJesu Kristu. Sazisa abazalwane ukuthi i governing body yebandla ithathe isinqumo sokuthi izinkonzo zebandla (ezibanjelwa endlini yenkonzo) zimisiwe kusukela namhlanje ngomhlaka 17 July 2020, ngenxa yokwanda kwabantu abatheleleka ngegciwane le Covid19 endaweni nasezweni jikelele.

Sizobuye senziwe isimemezelo kwaziswe ibandla uma sekubhekwe isimo kwabonakala ukuthi sekulungile ukuthi abazalwane bahlanganyele. Kuyanxuswa kakhulu ukuthi abazalwane baqhubeke nokukhuleka emakhaya abo, nokukhulekela umsebenzi kaNkulunkulu, futhi siqhubeke nokungenisa izimfanelo zebandla njengama TITHES (okweshumi) ukuze ibandla likwazi ukubhekana nama service/bills.

Uma kukhona abazalwane abadinga umkhuleko ngokuphuthuma (special prayer), noma beshonelwe, bangesabi ukwazisa umfundisi uKhoza kulenombolo (0783870000). Siyabonga. UNkulunkulu womusa makanibusise

24/06/2020

Revival started today until Sunday @ 5pm be blessed as fellowship with us

24/06/2020

Okholwa yiNdodana unokuphila okuphakade; kepha ongakholwa yiNdodana kayikubona ukuphila, kodwa intukuthelo kaNkulunkulu ihlezi phezu kwakhe.”
NgokukaJohane 3:36

13/06/2020

Sanibonani futhi nonke bazalwane egameni lenkosi yethu uJesu Kristu Amen.

Nginazisa ukuthi sesizongena sonke ngo10 ekuseni enkonzweni ngenxa yokuthi bam balwa kakhulu bazalwane ababhalise ukungena ngo11h30 .Ikomidi labonisana ukuthi kuncono sihlangane singene sonke ngo10. Siyaxolisa kakhulu bazalwane ngalesimo. Siyabonga kakhulu asibonaneni sonke kusasa enkonzweni SIPHILILEπŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™Œ

Address

247 Thokoza Street
Ermelo
2490

Telephone

+27783780000

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when AFM Ezamokuhle Assembly posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to AFM Ezamokuhle Assembly:

Share