Ukukhanya KukaJehova Apostolic Church In Zion - EMpangeni Branch

Ukukhanya KukaJehova Apostolic Church In Zion - EMpangeni Branch Ukukhanya KukaJehova ibandla elikhula ngokukhulu ukushesha.Litholakala EMpangeni kwesakwaMthethwa eNkiyankiya under President B.J Mkhize..INkosi inibusise

Bheka kuhle futhi kumnandi kangakanani lapho abaNgcwele behlangene egameni leNkosi.INkosi inibusise nonke baNgcwele Amen

26/08/2016

Ameeeeen eNdlunkulu,uNkulunkulu abe nani zikhath zonke

13/07/2016

15-17 Jully asiphelele ngothi lwethu esgodlweni inkonzo kaJully.Friday eyabasha,Saturday eyebandla lonke.

12/06/2016

Uma ulilalela nokulilela izwi likaJehova uNkulunkulu wakho uyakubusiswa ekungeneni nasekuphumeni kwakho.....

UJehova anibusise nilale neNkosi

10/06/2016

Umangishiya lelibandla uba oyofakaza ngami?

04/06/2016

Ukuthula eNdlunkulu,Samukelekile sonke kulomuzi oyiNgcwele okhula ngokushesha.Masiphinde sibonge uMdali osasigcinile wenza necebo lokuthi sikwazi ukuhlanganyela kuleNkundla esizoyisebenzisela ukukhumbuzana ngezinto eziphathelene neBandla nezinhlelo kanye nezinkonzo ezihleliwe nesimenywe kuzo.Kuyoba intokozo ukuziphatha ngendlela eyamukelekile nanoma iliphi ilungu esinalo kuleNkundla..UJehova esibusise sonke

Address

Nkiyankiya-Ohlezane
Empangeni

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ukukhanya KukaJehova Apostolic Church In Zion - EMpangeni Branch posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share