Ndabayakhe Full Gospel Church of God in Sa

Ndabayakhe Full Gospel Church of God in Sa This is a Church of Born Again Christians brought together by the love of Christ with the aim of Ser

28/12/2025

Ngesikhathi ukukholwa kuvivinywa, ukukhula kuyazalwa.

° Empilweni akusikhona konke ukuhlolwa okuyizinkomba zokwehlulwa.

° Kwesinye isikhathi, izimo ezibuhlungu nezisindayo esibhekana nazo ziwubufakazi bokuthi uNkulunkulu uyasebenza ezimpilweni zethu.

° Ukucolisiswa kokuthembela kuNkulunkulu kwakhiwa Ngesikhathi sokuvivinywa kokukholwa.

°Ukuhlolwa kokukholwa kwenzeka Ngesikhathi kunomzuzu la khona izulu lithule due nenhliziyo izwela umthawalo, into okuyiyoyona esele ukuthembela kuNkulunkulu.

° UNkulunkulu akalenzi iphutha lokuhlola ukukholwa kwethu ngoba eqonde ukusiphula kepha usuke eaiqinisa.

° kwi Bible sikubona ngokucacile kwimpilo ka Abraham

° uNkulunkulu umyala ukuba anikele ngendodana yakhe oweyeyicele iminyaka.

° esikhundleni sokuba asebenzise i- logic yakhe simthola elalela.

- Ngokokuqonda komuntu umyalo u unreasonably and unfair.
Let me end up ngento ethi: "God never takes away without giving something greater in return." (Genesis 22)

May God Bless you!

Address

PO Box 72 , UMhlathuze
Empangeni
3890

Opening Hours

Tuesday 09:00 - 12:00
16:30 - 19:00
Wednesday 16:30 - 19:00
Thursday 09:00 - 12:00
16:30 - 06:30
Saturday 00:00 - 00:00
Sunday 00:00 - 00:00

Telephone

+27761378111

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ndabayakhe Full Gospel Church of God in Sa posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Ndabayakhe Full Gospel Church of God in Sa:

Shortcuts

Share