Isakhiwo soxolo church of God

Isakhiwo soxolo church of God We are the church of God ,we preaching in the name of Jesus Krist. We are holding serious prayers, fighting against the demons.

22/05/2026
Mkhonze noma kunzima uphethe izimpilo zethu
15/02/2026

Mkhonze noma kunzima uphethe izimpilo zethu

14/09/2025

Leli ikhaya lokuthula konke sikubhekisa kophezulu
Imikhuleko isiza abakhuleka ngeqiniso

03/09/2025

Zidinga Abantu abazofuna umbuso kankulunkulu kunezinto ebezosh*tsha ngisho emakhaya ethu siyeke ukushumayela ngomakhelwane
Siyeke ukushumayela ngemindeni yethu siyibeka Kabi ebalazweni

Inkolo ayingabi yihawu lokulwa izimpi zamabomu
Siyayidinga imindeni yethu
Kunjalo namakholwa siyawadinga ayibencane eyamagqubu

01/09/2025

Ensukwini zanamuhla iqiniso alifuneki emabandleni kuthiwa ubhidliza ibandla Uma ushumayela iqiniso
Abafuni kugxekwe inhlebo
Abafuni kugxekwe izenzo ezimbi
Kanti sikholwelwani Uma abazalwane bengashiyi okudala bazalwe kabusha ngokomoya bese Benz's intando kankulunkulu

08/07/2025

Kunjani sikhuleke nabathandayo
Njalo ngolwesithathu 18:30 to 20:00
0764814837

25/06/2025

Sikhona njalo Uma idinga umthandazo izitshumayelo
Siyafika kuwe ngegama likajeso
Sikholelwa ekuhambeleni abantwana bakankulunkulu ezinkingeni zabo

Umkhuleko
Isiguqo samanzi noma ulwandle
Siyakhulekisana
Bese Wena indaba yakho kunkulunkulu Jobe 5 vesi 8 ..,..
Sithinte ubone Amandla kankulunkulu
0764814837
Asebesizakele ngomthandazo nje bakhona

Address

. Dumisani Makhaye Village
Empangeni

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Isakhiwo soxolo church of God posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Isakhiwo soxolo church of God:

Shortcuts

Share