The Holy Truth Zion Church of God - Iqiniso

The Holy Truth Zion Church of God  - Iqiniso Kusemzini omhlophe la(IQINISO). Syaduduza,motivation,izwi leNkosi,sikhuleke,sikhumbuzane izinkonzo e

Sithembe igazi likaJesu elinamandla   wesithathu.
17/06/2021

Sithembe igazi likaJesu elinamandla wesithathu.

27/05/2021

Uma abantwana bakwa Israyeli sebekhishiwe eGibhithe, phakath nohambo bakhumbula emumva. Ngfuna ukuth singakhohlwa ukuth uJesu esihamba naye akehluleki Noma kunganzima kanjan empilweni kodwa ngaye siyaphumelela. Amen

We as the congratulation praying that God will heal our broken hearts and bring us peace throughout this sad and sorrowf...
20/04/2021

We as the congratulation praying that God will heal our broken hearts and bring us peace throughout this sad and sorrowful time.

Zion kababa!
29/01/2021

Zion kababa!

20/01/2021

Sibongigazi leMvana elasikhulula ezonweni.

30/11/2020

Uma abantu beqhela uThixo uyasondela. Inkinga uJesu esimkhonzayo akazwani ne-disorder,uma kusenabantu eduzekwakho obathembile akakwaz ukungenelela enkingeni yakho ngoba ithemba lakho lisekubantu abaseduzekwakh. Koda uma uke waqhelisa abant wathatha ithamb walibeka kuJesu ilaphok aqala umsebenzi, i-disorder isingekho. Khumbula uLazaru wagula iskhath eside bekhona odadewabo eduze kwakhe,kwath ngish beyobika kuJesu ukuth "LO OMTHANDAYO" uyagula Jesu wayshaya wangaynak. Lithik i-Bible esengcwatshiwe, ESEYEDWA ethuneni uLazaru ilapho uJesu aqale khona umsebenzi wakhe. Ngfuna ukuth ukuze usizakale esimweni obhekene naso sondeza uJesu enhlizweni yakho. Uma uNkulunkulu akwazi ukukhanda izindlebe, angeke ahlulwe ukuzwa inkinga yakho. Amen

27/11/2020

Ayikho inkosi eyahlukumezeka njengo Davide. Lith i Bible wa reject(wa) i family yakhe kanye ne community, koda into engithandayo uNkulunkulu wama ngakuye kwaze kwaba sekugcinene. Ngfuna ukuth noma bengaku-reject abant obathembile ungakhali mtakababa uNkulunkulu ukhona. Ath uDavide " Noma ngihamba esgodini sethunzi lokufa angikwesabi okubi...".

09/10/2020

Amen. Uma uJesu ezongena eJerusalema ufica abafundi bakhe badayselana ngemali eThempelini. Ngimthanda mayefika uphendula amatafula abheka phezulu lento isho ukuth makufika uJesu empilweni yomuntu kunezinto okumele zishintshe.

01/10/2020

Kuhle ukukholwa uma siphendukile savumela iNkosi ingene kithi.

Nibahle bantwana basemzini oMhlophe.
29/09/2020

Nibahle bantwana basemzini oMhlophe.

29/09/2020

Baba egameni likaJesu Krestu waseNazaretha syabonga Nkosi ngosuku osiphe lona. Simema ubukhona bakho sesiyekulaleni, syamelana namadimoni syamelana nomoya omubi awnasabelo kweyethu imzimba in Jesus name. Udumo lukufanela,sisikelele ngabanye ngabanye. Amen.

Address

Ntshidi Area
Empangeni
3880

Telephone

+27827575729

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when The Holy Truth Zion Church of God - Iqiniso posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share