20/04/2024
Asidle kancane
Indaba yebala likaJesu ngikutshele ngakuconfemela ngisho ezwini nekaIsrael uPutin engakayisho njengoba abaningi bebelinde yena aze asho, ngoba ezinye siyizwa kahle indaba mayishiwo owebala, ngokwezwi kukhona isikhathi sabeZizwe sokuhlengwa kwabo ngoMusa ngenxa yokuhlubuka kweSizwe sakhe uIsrael.
Lesosikhathi ngokweBible sizofika sidlue besekungena isikhathi sika Israel, kuyokwenzeka okufanayo njengoba kube engathi uwukhohliwe uIsrael nalapho kwabeZizwe okusayikuba khona oyosindiswa kalula ngoba isikhathi sokusindiswa kweZizwe sobe sesiphelile, esebheke uIsrael ukuthii ubuyele ezweni lawo, ngokwamatribe awo, Luke 21:24
Ingobani kumele kube kanjalo kulungiselelwa isikhathi esimbi kakhulu sokufika komphiki uKristu emhlabeni, umphiki Kristu angeke avele kwabeZizwe ngoba uKristu Jesu akavelanga kwaBezizwe uvele kwaIsrael, kusho ukuthini lokho, kusho ukuthi isiZwe sikaBaba oseZulwini uSrael kuzomele baphinde bamphike uKristu uJesu okwesibili, lokho osekuqalile, lokho kuzobe kundlalela ukuvela komphiki uKristu phakathi kwawo uSrael,
UiSrael usuqalile uyahlangana izizwe eziyishumi nambili seziyavela kancane kancane ukuthi ngobani labo, angikucacisele yonke lento izokwenzeka lapha eAfrika, umphiku kristu uzoqhamuka lapha eAfrika, kuwo uIsrael hhayi lo wefake olwayo isikhathi salowo sesiphelile, iZulu lonke selibheka kubantu bakhe, ngokwezizwe lisazovela iqiniso ukuthi ubani uvela kubani kumadodana kakhokho uJakobe.
Kuningi okuzoshintsha nokungase kuhlukanisa kakhulu abelusi ngendlela ibible ebilifundwa futhi lichazwa ngalo ngokwamasermon konke lokho esekuzophela ngoba iNkosi izolungisa abakhe, laleka angazi amascholars akho akufundiseni but awuthi ngikutshele ngizamazamise imicabango omnolwazi lwakho kancane uJesu angeke abuse uIsrael ungakaveli ukuthi obani baze bamphike okwesibili njengasekuqaleni,
Khumbula lendaba ayikho ngabezizwe ingoIsrael abamenyiweyo emcimbini omkhulu womShado weWundlu, lifunde kahleke ibible lakho manje ukuze uzoyeka ukuzibiza ngomakoti wewundlu, uthe uJesu umbuso weZulu ufaniswa, ulifundisise kahle lelazwi lijule kabi, akusiyo imfumbe noma isingathekiso yinto eyenzeka, eyenzekayo futhi eqhubekelayo,
Okubuhlungu lokhu sekuqalile abantu abaningi sebeyazazi ukuthi bangu Israel sekushodi bazazi bayiyiphi itribe but lento kaIsrael iholwa abantu abangenabo ubudlelwano noKristu abangenalwazi ngoboya kaKristu ophakathi kwethi okuthiwa uMoya Oyingcwele so uyanda vele uboya wokuvuma ubuzwe kodwa uJesu Ephikwa cishe iningi labo esengibabonile ababuvumayo ubuIsrael futhi abazihluphayo ngalendaba KaJesu Kristu cishe bonke bayayiphika noma ngithi nje abayiqondi okwenza bangamvumi, bese kuthi abazana naye baseless babhizi namasermons okubusisa abantu nokushawelwa izandla,
Okungamsizi owezizwe noma wesizwe, ngake ngayichaza le ungajahi leyokuthi in him there is no Greek nor Jews ngiyochaza ngelinye ilanga, angibuyele kulendaba kulezizwe eziwu 12 isizwe sikaDan siyakhishwa uhlwini lwezi12 uDan ureplaswa ngamadodana kaJosefa uJakobe athi akusewona awake (uJosefa) kodwa sokwawakhe (uJakobe) kwakuNkulunkulu osho njalo, ngoba uDani ngokweziprofetho zikaJakobe uyena oyena oyoba njengenyoka phakathi kwabafowabo, futhi uyena owonisa uIsrael ekanana Genesis 48 chapter and 49 Chapter Funda
Ngalesosenzo saletribe kaDani kuRevelation siyakhishwa sireplacwe amadodana kaJosefa all as 1 tribe to make it 12 again. Owakhaphela uJesu uvela kuso lesisizwe kanjalo nomphikuKristu uzovela kuso lesisizwe, ngokocwaningo lwami esengiliphethile ngokwetribe eyodwa ngokwalenye ngisaqhubeka, okushaqisayo lesizwe silapha eMzansi (South Afrika) awu 2 amatribes akwaIsrael okwamanje engingawasho ukuthi aphelela lapha eSouth Afrika zikhona namanje ucwaningo lusaqhubeka olweTribe kaJuda, ekaJuda ucwaningo lusaqhubeka kodwa ekaDani selingaconfenywa,
Kanjani khumbula inumber inumber yomphiku kristu ayiqhamuka enga eNgilandi, eMelika noma eRussia ngisho naseChina imbala kodwa yaqhamuka eAfrika kuphi neAfrika eSouth Afrika iyiphi lenumber Ile evela isayisiprofetho sika 46664 Abantu bebuswa ibeast umhlaba wonke isho njalo lenumber, yayivela kaDan nevele ngaye ungowakwaDan owabizwa ngokuthi uyindoda yokuthula babungaza lenumber kongilande babanemicimbi yakenumber, uthi kwenziwa yini lokhu okwenzeka lapha emzansi ngokwezepolitiki ngokuvela kweMK nokuthandwa kwamSholozi ucabanga kusayipolitikile wake wambona uZum kuleleadership kaRamaphosa ewina icala kodwa, selokhu kuqale lesisikhathi sikaIsrael uwawina ubuthaphuthaphu,
Wena ucabanga ukhona Umuntu ongathandwa kanje engekho uMdala kuleyonto uhlelo lolu lwaphezulu, ingena Laphoke ekaJuda, kodwa ke asikho lapho bamuhla, kwenziwa yini kuqhame futhi kuphushe iAfrika yonke ukuthi ayigmhlangane ngoba vele yayihlangene kodwa manje sekunesizathu ibuswe umuntu oyedwa, isebenzise imali eyodwa I Lesotho izobuyela eMzansi kube yizee elilodwa ngoba kukhona into eyenzeklalay manje, isono nokungakholwa kukwenye ilevel manje uma ukuqonda lokhu kukutshela ukuthi isikhathi sini lesi, awukunakisisi nje wena ukuthi izinumber eziningi emzansi usunokwanda u666 ezinumbeni asisapheli isikhathi esingakanani ungayitholi lenumber kungaba inumber yengcingo eziningi sezinayo lenumber kwenziwa yini?
Uma ukholwa uJesu mukholwe engathi uyahlanya, uma ungakamkholwa uJesu Kristu phuthuma isikhathi somusa sesiyaphela sokusindiswa kwabezizwe, okukaJesu NoIsrael noma kuzothi ukufana kodwa kuzokwehluka khumbula aksiye uIsrael kamoya owenyama okumele umvume noma umphike njengesizwe ( senyama) not as Spiritual Israel wabezizwe Funda iZaga Chapter 9, 10 and 11ungawufundeli isermon noma uzame ukuwuchaza spiritual please funa njengoba unjalo I pray ukuthi ukuqonde as your read.
Ngisummarazile angikuxinanga ngamavesi kodwa uma ufisa ukwazi kabanzi. Izinto zenzeka phambi kwethu kodwa asiboni but ushilo (Abantu (BAMI( Bayabhubha ngenxa yoKUSWELA ulwazi) bantu BAMI. okhokho bamphika ukuthi uyindodana wophezukonke kodwa bathi uzEnza olingana nophezu nkonke, muphike uJesu Kristu at your own Peril,