Sikhuphukela Entabeni KaJehova

Sikhuphukela Entabeni KaJehova Sithi alihambe ivangeli lokuthula nothando nokubekezelelana ,ngokukhuphukela Entabeni KaJehova sinhliziyonye .singabanqobi NGAYE owasifelayo

05/04/2014

Mawube kini njalo umoya wothando...

27/03/2014

Singabantwana bombuso sidalelwe ukubusa, kodwa ukubusa kwethu kuncika ekutheni siyayilandela yini intando kaBaba wethu yena oyiNkosi yombuso. KuGenesis 1:28 uthi uNkulunkulu, nibuse umhlaba niwugcwalise... Lapha uNkulunkulu ukhuluma nomuntu ongakaweli esonweni kodwa osahlezi embusweni. Phela ukuwela esonweni kusho ukusulwa emabhukwini amafa and ukubusa akukho kuwe. Asizigcine embusweni ukuze sizokuthokozela ukubusa.

27/03/2014

Ezinye izinto ziyakwehlela ukuze uqiniswe ngazo nawe ukwazi ukuqinisa abanye abangena esimweni esifana nesakho. Okudingeka ukwenze wena ikuthi ufunde kulesosimo and mase ufundile musa ukuthula, fakaza ngaso kusizakale nabanye. Goodmorning family!

20/03/2014

So if Christ is Life, that means we are also life for Christ is in us and we are in Him. Simply, we are Christ. We are fully covered by the cloud of glory that death can never prosper. Anything dead that we touch becomes life for Life is in us and we are life. Anything cursed shall be turned into a blessing for we speak a word of life which is a blessing. Christ is rich, that means we are also rich for we are Him in Him. If only Christ can be revealed unto us and we help ourselves by believing what is revealed, then we will realise that we have everything and we own everything...

18/12/2013

UJESU nguye izolo yebo namhla naphakade . . .

18/10/2013

Nkanyiso Hally Ndlovu
LOKHU KUNGOKUNYE
UNKULUNKULU ANGAMBULELE
KHONA OKUYISIXWAYISO
KWABATHUMILEYO

ITEXI ASINAKUPHIKA UKUTHI
UMSEBENZI WAYO UKULAYISHA
ABANTU IBAYISE EZINDAWENI
NGEZINDAWO. KODWA FUTHI UKUZE
ITEXI IWENZE KAHLE UMSEBENZI
WAYO, KUKHONA ISKHATHI SOKUTHI
IFAKE UPETROL ITHOLE NESERVICE.
KODWA ITEXI ENGAYITHOLI ISERVICE
UYITHOLA IHAMBA IBHABHAZA
ENDLELENI. LOKHO KWENZA UKUTHI
UMA ILAYISHA ABANTU BEYIZIBE
BELINDE ELANDELAYO NOMA YONA
IWENZA UMSEBENZI.

PHELA ITEXI ABASHUMAYELI AND
ISERVICE/ PETROL UMKHULEKO.
ONCE UMSHUMAYELI ENCIPHA
EMTHANDAZWENI KUTHI NOMA
KUFIKA IZILINGO ZIDLULE NAYE.
LOKHO KWENZA UKUTHI NOMA
ESHUMAYELA ABANTU BENGAYIZWA
IMESSAGE YAKHE NGOBA SEBAZI
AMAPHUTHAKE ADALWE UKUNCIPHA
EMTHANDAZWENI. LABA BANTU
BAGCINA SEBEYIZIBA LETEXI BEZAME
ELANDELAYO OKUYIZINYANGA
NABATHAKATHI...

10/10/2013

Siyathandaza egameni lakaJESU CHRIST . . .

10/10/2013

Sikhuphukela Entabeni kaTHIXO ngomkhuleko ekseni egameni likaJESU KRISTU .

12/09/2013

Bazalwane askwazi ukungamphakamisi simbonge onothando nomusa ongafani nowabantu , bheka nje mina nawe usasilondile phezu kwezivunguvungu ezbonakalayo kulez nsuku ,

11/09/2013

Usathane unamanga uyogcina ngakho ukuba isicathalala ,esincela igazi labantu ,

03/09/2013

Kukhona okungasahambi kahle ngalele page bazalwane ,

17/08/2013

Kazi ubani lo osh*tshe u-J kaSikhuphukela Entabeni kaJEHOVA waba i-small letter ?

Address

Entabeni KaJehovah
Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sikhuphukela Entabeni KaJehova posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share