Apostle Lihle Namba Izwi Lenkosi

Apostle Lihle Namba Izwi Lenkosi Izwi leNkosi liyasiqondisa siphila ngalo - leli Page lisifundisa ngenhlos nangezidingo zikaNkulunkulu kith

15/08/2017

2 Amakhosi 2 vs 19 - kepha abantu bomuzi bath ku Elisha :bheka isiza somuzi sihle ,njengoba buka iNkosi ibona ,kepha amanzi mabi izwe liyabhulubisa *siyinkinga isiza ongeke wakhe kuso ngenxa yokubaba kwamanzi a*o ,ngisho nase mabandlen ,liyinka ibandla ongeke ukhonze kulo ngenxa yokubaba kwamanzi akhona ,uwathole engaphuzeki , thole ibandla seliphakeme kakhulu

01/08/2017

- likuhlungu izolo elingaxoxwanga ,ngoba isihlungu salo silokhu sikhona enhlizwen ,futh silokhu sikukhumbuza izolo , lixoxe izolo udlule kulo ,noma ngabe kunzima kangakanani kodwa lixoxe , noma ngabe uhlukumezeke kanjan xoxa ,noma ngabe wadlwengulwa xoxa ,khona kuzodlula ,bese uqhubeka kahle nempilo kungekho umthwalo okucindezelayo , noma ngabe washonelwa umnyen , noma unkosikazi kodwa akudluli xoxa PLS

24/07/2017

THERE IS NO WEAPON FORMED AGAINST YOU SHALL PROSPHER - SAY AMEN

11/07/2017

IZIKRONIKE 7 VS 14 ( bazithobe abantu bami ,ababizwa ngelami igama ,baphenduke ezindlelen zabo ezimbi ,ngyakuzwa eZulwini ngithethelele isono sabo ,ngiphilise izwe labo ) konke lokhu uNkulunkulu uyokwenza emven kokuzithola ,izono ziyothethelelwa emven kokuzithoba ,kanjalo nezifo ziyothethelelwa emven kokuzithoba ,nezwe liphiliswe emven kokuzithoba - KUBALULEKILE KUZITHOBA

26/06/2017

GENESIS 50 VS 25 -UJOSEfA UYALA ABAFOWABO ,UTH UJEHOVA UZONIPHUMELELISA ,ANIYISE EZWEN ALIFUNGELA O ABRAHAM NO JAKOBE ,KODWA NIKHUPHULE AMATHOMBA AMI -UJOSEFA UZALWA UJAKOBE ,UJAKOBE AZALE ULEVI ,NABANYE LABA ABADAYISA UJOSEFA EGIBHITHE ,USETH UJOSEFA NIKHUPHULE AMATHAMBO AMI KANT VELE ULEVI UZOZALA UMOSES ,BESE UMOZISI EKHIPHA U ISRAEL EGIBITH ,NGTH MINA MTAKABABA AWUYENA OWALAPHO PHUMA ,UFAKWE ABANGAN ,UNGAFEL LAPh

03/06/2017

Jesus healed many who had various diseases .He also drove out many demons ,but he would not let the demons speak becouse they knwe who he was

13/05/2017

SYAKUDUMISA THIXO ,SYAVUMA UKUTH UNGUTHIXO ,UMHLABA WONKE UBHEDESHA WENA

21/03/2017

LAYIHLAB INHLIZIYO ,LANGIKHOMBIS UKWEDUKA KWAMI, NGAZE NGAZIVUMA IZONO ZAM EGOLGOTHA KAZI WENA MZALWANE MUSUHLATSHWE YIZWI WENZA NJANI , INGABE ISHINTSHA INKAMBO ,NOMA UQHUBEKA NAMANYALA , INGABE UBUKELA ABANYE PHANSI NOMA UYATHOBEKA ,INGABE UYAKHA NOMA

17/03/2017

? 2 USAMUEL CHAPTER 6 VES 6 EKUFIKEN KWABO ESIBUYEN SIKANAKON U-EZA WALULELA ISANDLA EMPHONGOLWEN KANKULUNKULU WAWUBAMBA NGOKUBA ZINKAB ZASHELELA ,INTUKUTHELO KAJEHOVA YAMVUTHELA UEZA UNKULUNKULU WAMSHAYA LAPHO NGENXA YESIPHAMBEKO SAKHE WAFELA KHONA NGASEMPHONGOLWEN KANKULUNKULU

liyayala futh liyaqondisa
17/03/2017

liyayala futh liyaqondisa

12/03/2017

SISEMPINI EDLULAYO SILWELA IMPUMELELO NGEZWI LAKHO THIXO , UMA NKOSI YAMAKHOSI WENA UNGAKITHI NGEKE SEHLULEKE

Address

Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Apostle Lihle Namba Izwi Lenkosi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share