PODA Place Of Descipleship Assembly

PODA Place Of Descipleship Assembly Apostolic Faith Mission ChurchPODA

17/07/2022

Moment

17/07/2022

Next live sermon after 10am. Be blessed.
.

It’s is because of the Lords Mercy we are not consumed!  ChurchPODA since 2016.    To God be the Glory!
06/07/2022

It’s is because of the Lords Mercy we are not consumed! ChurchPODA since 2016.



To God be the Glory!

Elder Steven Zweli Shabalala
03/07/2022

Elder Steven Zweli Shabalala

17/02/2021

*“Ngiyakubuyiselani kuJehova ngazo zonke izenzo zakhe ezinhle kimina na?”*
‭‭AmaHubo‬ ‭116:12‬ ‭ZUL

1. Ekseni nathi njengoDavide singawaphimisela lamazwi angumbuzo ompendulo yawo ikithi.

2. Yebo, asikwazi ukunikela okwanele kunokungalingana nalokho esikuthola eNkosini. *Noma yini esingafuna ukumnika yona ngeYakhe vele.*

3. Eyi! Kodwa singamnika indumiso ngensindiso asiphe yona. *Uqobo lwethu lwanele ukuzidela kuye, sibe ngumnikelo wesithembiso kuYe.* Amen.

*uJesuMuhle*

08/02/2021

*“Thulani, niqonde ukuthi mina nginguNkulunkulu; ngiyakuphakama phakathi kwabezizwe, ngiphakame emhlabeni.”*
‭‭AmaHubo‬ ‭46:10‬ ‭

1. Kwesinye isikhathi, *isikhathi somkhuleko kungaba ukuhlala buthule noNkulunkulu,* ukuthula nokuzwa ubukhona Bakhe.

2. Kuyiqiniso *eminye imikhuleko amagama awadingeki.*

3. Kwesinye isikhathi *siyakhohlwa ukubaluleka kokuthula*, sijahe ukuloba uhla lwezicelo esiya nalo kuNkulunkulu.

4. Noma singasashongo lutho ngoba izimo zempilo ziyawaphelisa amagama kanjalo namandla, kodwa ukuthula kwethu ekuqondeni ukuthi ubani UNkulunkulu; kuzomphakamisa empilweni yakho naphezu kwakho konke.

5. *Zijwayeze Ukuthula Phambi KukaNkulunkulu*

*uJesuMuhle*

08/12/2020

"Thokozani eNkosini njalonjalo; ngiyaphinda ngithi: Thokozani!"

KwabaseFilipi 4:4

23/11/2020

“No eye has seen, no ear has heard, and no mind has imagined what God has prepared for those who love him.”

1 Corinthians 2:9

27/10/2020

"Bayakuwa abayizinkulungwane ngaseceleni kwakho, nabayizinkulungwane eziyishumi ngakwesokunene sakho, kepha akuyikufinyelela kuwe."

AmaHubo 91:7

23/10/2020

Ngubani ozakusahlukanisa nothando lukaKristu na? Noma ukuhlupheka, noma ukubandezeka, noma ukuzingelwa, noma indlala, noma ukuhamba ze, noma ingozi, noma inkemba, na? Kulotshiwe ukuthi: “Ngenxa yakho sibulawa usuku lonke, sithiwa izimvu zokuhlatshwa.” Kepha kukho konke lokho siyanqoba nokunqoba ngowasithandayo. Ngiyakholwa ukuthi nakufa, nakuphila, nazingelosi, nababusi, nakho okukhona, nakho okuzayo, namandla, nakuphakama, nakujula, nanto enye edaliweyo akuyikuba namandla okusahlukanisa nothando lukaNkulunkulu olukuKristu Jesu iNkosi yethu.

KwabaseRoma 8:35‭-‬39 🙌🙌🙌

20/10/2020

"For his anger lasts only a moment, but His favor lasts a lifetime; weeping may stay for the night, but rejoicing/joy comes in the morning."

Psalms 30:5

20/09/2020

SUNDAY DEVOTION SCRIPTURE:
NgokukaJohane‬ ‭3:30‬
*“Umelwe ukukhula yena, nginciphe mina.”*

1. Ukuba yikholwa elikhukekayo, makes God greater in ones life.

2. Empilweni akekho othanda ukuncipha, wonke umuntu ufuna ukuba mkhulu kanjalo nabakuKristu bayathanda ukuvele nokwaziwa ngabo hayi ngaYe.

3. INGOZI... ukukhula bamandla akho doesn’t last! But the greatness of God is forever in your life.

4. Kuyenqenisa ukukhuleka nokuthandaza empilweni yekholwa, kuyakunciphisa mhlawumpe nawe kodwa uyondleka *AKHULE* uNkulunkulu okuwe ngomthandazo.

5. Ncipha wena. Thandazela ubukhulu bukaNkulunkulu obuza bamandla akhe.

Address

Mangosuthu University National Sciences Building
Durban

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when PODA Place Of Descipleship Assembly posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share