United Faith Reformed Church Of RSA

United Faith Reformed Church Of RSA Christians

IINDONI MTHOMBONGASHI ๐Ÿ’œโœ๏ธ๐Ÿ’œ
05/04/2026

IINDONI MTHOMBONGASHI ๐Ÿ’œโœ๏ธ๐Ÿ’œ

Amen Amen!!
05/04/2026

Amen Amen!!

sesilapha ukuzwa izwi lakhe๐Ÿ’œโœ๏ธ๐Ÿ’œ
04/04/2026

sesilapha ukuzwa izwi lakhe๐Ÿ’œโœ๏ธ๐Ÿ’œ

04/04/2026

sesithathiwe sabekwa endaweni ephakeme, ngokufa kwakhe. ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™โœ๏ธ๐Ÿ’œ

Isaya 1:18Wozani sithethe indaba.
02/04/2026

Isaya 1:18
Wozani sithethe indaba.

01/03/2026

exodus 14:13-14&24-25
Nothula Nina uJehova uyonilwela...waluvula ulwandle olubovu... abantwana bakwa Israyeli bahamba emhlabathini owomileyo...uJehova wayilunguza impi...wayidunga impi kaFaro.

08/02/2026

Izaga 18: 10

igama likaJehova liwumbhongo onamandla, olungileyo ugijimela kulo alondeke

*noma awethu amagama engelutho, kodwa masibizwa ngelakhe igama senziwa bakhulu*

kuyagulukudelwa kuleligama, isigebengu sibizwe ngolungileyo, nexoki libizwa ngolungeleyo uma like lagijimela kuleligama.

syalondeka kuleligama, noma singenangubo syafudumala, noma singenamanzi asonyiwa, ngoba syalondeka kuleli gama.

libhaliwe emabunzini ethu leligama; singangalibona ngamehlo enyama, kodwa usathane namadimoni, nemimoya emibi amandla obumnyama, ayalibona ukuthy libhaliwe, elokuthi singabaka Jehova.

27/12/2025

Sizincoma ngo 20 years sikulelibandla, kodwa kukhona abangakwazi kuhlala even 2 months ngenxa yethu โ˜น๏ธโ˜น๏ธ

Sizalelwe umntwana, siphiwe indodana.
25/12/2025

Sizalelwe umntwana, siphiwe indodana.

Namhlanje besevule izwi mayelana nokuzalwa kukaJesu eza emhlabeni, Ngokukamathewu 2. kwavela ukuthy uJesu wazalelwa esib...
14/12/2025

Namhlanje besevule izwi mayelana nokuzalwa kukaJesu eza emhlabeni, Ngokukamathewu 2.

kwavela ukuthy uJesu wazalelwa esibayeni sezilwane ngenxa yokuthy amagumbi ayegcwele.

umvulinkonzo ube esecaphuna lapho isifundiso esithy, ukugcwala kolwazi lwasemhlabeni, nokugcwala kwezimfundisoze ngenkolo yobuKristu okusabalele, kuyenza uJesu angayitholi indawo yokuzalelwa kulezonhliziyo nemiqondo, wathi kuJesu siza simanikiniki singcolile sinjalo, inqobo uma siza ngenhliziyo ethobekile.

26/09/2025

Sahamba kahle bazalwane
Thanks Free African nge Sound ๐Ÿคฃ
sabandawonye vele.

16/07/2025

๐ŸŽคyehlela Kubo ingelosi ekhanya njengelanga๐ŸŽค

Address

MR430
Durban

Telephone

+27717560031

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when United Faith Reformed Church Of RSA posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share