08/01/2023
Umuntu Wesfazane unguBuhle endoneni, Kanti ubuye Abe yimbubhiso...
Ubufakazi bobuhle owesifazane:::::
URUTHE CHAPTER 3 vesi 11;Manje, ndodakazi Yami, ungesabi; ngiyakukwenzela konke okushoyo, ngokuba wonke umuzi wabantu bakithi uyazi ukuthi ungowesiFazane olungileyo.
Ububi noMUNTU weSifazane
GENESISE chapter 3 vesi
1; Inyoka yayinoBuqili kunazo Zonke izilwane zasendle abezenzile UJehova uNKULUNKULU. Yathu koWESIFAZANE: ngempela uNKULUNKULU ushilo yini ukuthi: Ningadli emithini emithini yaseNsimini, Na?
2; OWESIFAZANE wathi enyekoni:
Singadla izithelo zemithi yase nsimini,
3; kepha ngezithelo zomuthi ophakathi nensimu uNKULUNKULU ushilo ukuthi: Ningazidli, ningazithinti ukuba ningafi.
🛑NB: yize noma la kodwa OWESIFAZANE wakhukuma iqiniso ukuba bangalali bengenI ucansi UJehova ukushilo lokho ngokuba babengakahlanganiswa njengabashadile.
4; Inyoka yathu koWESIFAZANE: aniyikufa;
5; kepha uNKULUNKULU uyazi ukuthi mhla nizidla, kuyakuvuleka amehlo enu, nibe njengoNkulunkulu, nikwazi okuhle nokubi.
Vesi 6,🛑🛑 OWESIFAZANE ebina ukuthi ukuthi ulungele ukudliwa, Nokuthi uyabukeka emehlweni Nokuthi umuthi unxanelekile ekuhlakaniphiseni, wathatha izithelo zawo , wadla, wanika nendoda yakhe Kanye naye ,nayo yadla🛑🛑.
7, ayesevuleka amehlo abo bobabili, babona ukuthi bahamba-ze bathunga amaqabunga omkhiwano bazenzela izibhinci🛑 ameni.
Mina ngizothi zinceku qaphelani noma senibashadile, nibatshele amazwi uNKULUNKULU wakhukuma nawe Uma Uwedwa egumbini lakho, ngokuba ukuwa kukhulu futhi kukhona noma usushadile naye, , ngokuba namandla ka Nkulunkulu kuwe ayaphela noma Ugcotshiwe Uma uzoba yisiminzi soCansi njalo uhlala emathangeni OWESIFAZANE
Ngaso sonke isikhathi ❤️ you need to pray for your wife ukuba angabi yisithiyo emsebenzini weNkosi ongaphakathi kwakho Nceku yenkosi. Kwabadala nabancane AMENI ♥️🎷🎺
Igama ngingu Mfundisi sfiso Ntuthuko MTHEMBU.