RMM Ntuzuma Branch

RMM Ntuzuma Branch River Of Mercy Ministries ibandla laseZion elinamagatsha iNingizimu Africa yonke , under the leadership of Archbishop TM Shongwe .

Ntuzuma branch is one of the branches in KZN (DC Region) under the leadership of ubaba uNdawonde nobaba uShange.

Siyabingelela bazalwane egameni likaJesu. Siyakhumbuzisa nje kubobonke abazalwane ukuthi siyahlangana njalo ngamaSonto (...
04/03/2025

Siyabingelela bazalwane egameni likaJesu. Siyakhumbuzisa nje kubobonke abazalwane ukuthi siyahlangana njalo ngamaSonto (See poster for details) ngaphansi kobuholi buka baba nomama Bishop Ndawonde. Khanyo Ndawonde

Wonke umuntu uvumelekile ukuzohlanganyela nathi.

Sithanda ukudlulisa ukubonga okukhulu kakhulu kubobonke abazalwane abakwazile ukuphumela kwinkonzo ebesinayo ngomgqibelo...
29/01/2024

Sithanda ukudlulisa ukubonga okukhulu kakhulu kubobonke abazalwane abakwazile ukuphumela kwinkonzo ebesinayo ngomgqibelo ebsuku.

Sibonga kubobonke ababe negalelo ekuhlelweni kwenkonzo. Kusukela ekuqashweni kweHholo, kuya ekuhlelweni kwama-Refreshments. Ukukhipha izimemo ziya kubaholi bamabandla ahlukahlukeni.

Singeke sabushiya ngaphandle ubuholi bonke base-RMM , kusukela ku-Archie Bishop wethu ubaba uShongwe nethimba lonke afike nalo bevela eGoli. Kuya kubaba uNtuli nabobonke ubuholi base NORTH COAST. Kube ubuholi bonke base-DURBAN CENTRAL. SIYATHOBA KAKHULU BAHOLI 🙏🏜

Nayi I 🔌 bazalwane kusasa lokhu okusayo (Saturday). Asiphelele sonke. Ngemininingwane egcwele ngiyacela sixhumane nobuho...
26/01/2024

Nayi I 🔌 bazalwane kusasa lokhu okusayo (Saturday). Asiphelele sonke.

Ngemininingwane egcwele ngiyacela sixhumane nobuholi kulezi zinombolo zocingo eziku-Poster.

Not to be missed!!! Sivala inyanga yomama siqala inyanga yamagugu ngezinga eliphezulu. For more info: 072 042-5178
29/08/2023

Not to be missed!!!

Sivala inyanga yomama siqala inyanga yamagugu ngezinga eliphezulu.

For more info: 072 042-5178

Kwasuka lokho : Durban Central rehearsal. Getting ready for the Passover. ••Ngemininingwane ephelele, ungathinta uMondli...
30/03/2022

Kwasuka lokho : Durban Central rehearsal. Getting ready for the Passover.
•
•
Ngemininingwane ephelele, ungathinta uMondli kwiNumber ekwi-poster .

22/03/2022

Wagelez’umfula !!!

Zizobe zinyathela kanje izinsizwa nezintokazi nakulonyaka eFarmers Hall eNewcastle (NN).
•
•
All are invited , for further details. Click on the Watsapp button and send the word “Passover” or “Iphasika” .

17/03/2022

Impela sesibala izinsuku lifike ilanga lomkhosi. Umkhos’ omkhulu wokufa nokuvuka kweMvana.

Lapha kuleVideo besithintitha nje amazolo siyibandla iRiver Of Mercy Ministries. Nawe ungahlanganyela kanye nathi kuleli-Phasika esiya kulona.

Ngiminingwane thumela umlayezo kaWatsapp kuyona inumber ekuleli Page.

16/03/2022

Besiphumile siyibandla, sayoqwala izintaba (Hiking) koPinetown - sibabaze ubuhle bemvelo kaNkulunkulu.
•
Kanti ke futhi kuyawelapha umqondo nomphefumulo ukuhlale uhlale uxhumane nemvelo.
•
Siyabonga kubaholi bethu eBranch(ini) nabahleli baloluhambo okufishane. Sibe sesiyivala ngengoma nomkhuleko. 😁

Khanyo Ndawonde

The River Of Mercy Ministries CD 💿 is out on all digital platforms. ••You can also get yourself a hard copy from your ne...
14/03/2022

The River Of Mercy Ministries CD 💿 is out on all digital platforms.
•
•
You can also get yourself a hard copy from your nearest CD outlet , or alternatively, Watsapp us on the number in this page.

Address

Umdubu Road , Lindelani (Scelulwazi Primary School)
Durban
4035

Opening Hours

11:00 - 14:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when RMM Ntuzuma Branch posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to RMM Ntuzuma Branch:

Share

Category