Ikhaya Lokuthula Ministry

Ikhaya Lokuthula Ministry Asicwasi bandla kodwa sibheka kakhulu okushiwo iBible sibonisane ngakho sisebenzisa kakhulu ulimi

23/08/2022

Amen baZalwane ingabe nifisa sixoxe ngani mayelana nezinto ezithinta iBible

23/08/2022

AMEN BATHANDWA BAKAJEHOVA NGIFISA UKUXOLISA KAKHULU NGOKUNGA POST LUTHO. ISKHATHI ESIDE NENGITHEMBA UKUTHI NINGENELANA NGETHEMBA LOKUTHI KUKHONA OKUBALULEKILE ENIZOKUTHOLA .ANGIPHINDE NGINIBONGE KAKHULU NGOKUTHI NINGENE KULELI PAGE. NGIYATHEMBISA UKITHI KUKHONA ABAZOZUZA NAMI BANGIZUZISE OLWAZINI OLITHINTA IBIBLE. NGIZOCELANJE SIBAMBISANE KUKHOKONKE KODWA SIKUGWEME UKUXABANA SODWA NOKUDONSISANA IKAKHULU SIGWEME INHLAMBA .KUSUKELA NAMHLANJE LELI PAGE SELIZOBA NAZO IZINTO EZIFAKWAYO EZIMAYELANA NEZINTO EZITHINTA IBIBLE

01/02/2022

Umusa mawube kini nonke

06/12/2021

Amen baZalwane ningakhohlwa mgeyi 12 /12/ 2021 siyeStanger ngothokoza ukuphumelela kwenu # EZOMQULU

14/09/2021
14/09/2021

Ukuthula makwande ntambama baZalwane ngithandanje ukunikhulula nonke ofisa ukusipha izwi noma isfundo noma umbuzo akhululeke angasabi Amen

10/09/2021

Ayibongwe iNkosi baZalwane ngokuhlwa.
Ngifisa namhlanje kesibheke ukuthi njengoba iningi likholelwa ukuthi umuntu ofile uphenduka idimoni abanye bethi IDLOZI .ikuphi okuyiqiniso kulokhu.ngokweBible akubukeki kukhona okuyiqiniso kulokhu .kuGenesis 3 verse 19 ukubuka kucace ukuthi siyophenduka umhlabathi.kanti uMshumayeli 12 verse 7 ukubekafuthi kucace ukuthi umoya ubuyela kuJehova iyafakazelana futhi noGenesis ukuthi sobuyela emhlabathini.ngakhoke akunabufakazi obuqondile bokuthi siyoba amadlozi or amadimon ngokweBible kodwa hayi ngokweBandla nezimfundisozalo .kodwake singayidingida sonke LENDABA

04/09/2021

Amen ekhaya

Address

23Lancaster Grove Durban North
Durban
4051

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ikhaya Lokuthula Ministry posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Ikhaya Lokuthula Ministry:

Share