Remnant International Church

Remnant International Church Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Remnant International Church, Religious organisation, R603, Durban.

27/04/2023
14/01/2022
27/03/2021

Ukufa nokuphila kusemandleni olimi, nabaluthandayo bayakudla izithelo zalo.(Izaga 18:21)

27/03/2021

Lapho kukhona abantu nomoya kaNkulunkulu ukuyo leyo ndawo noma ngabe ukude kangakanani noma ngabe usebunzimeni kodwa ukhona uNkulunkulu ukanye nawe kuleyondawo okuyo Amen

09/02/2021

Asihlaleni silindile ngoba usuku nehora uJesu ayobuya ngalo asilwazi ngisho nezingelozi azitshelwanga

08/02/2021

Ungavumeli isimo odlula kuso noma ukwehluleka kwakho noma ukushayeka kwakho kukwehlukanise noNkulunkulu ngiyazi ukuthi wena uyamuthanda uNkulunkulu

02/04/2020

Uze ungakuyeki ukuthandaza noma ngabe ziyafika izimo ezifuna ukuthulisa iphimbo likaNkulunkulu kodwa qhubeka uthandaze UNkulunkulu uyezwa noma wena suqala ukulahla ithemba ngithi kuwe qhubekela ekujuleni uyalalela aphendule imikhuleko yaba ngcwele

14/03/2020

Uma UNkulunkulu engakithi ubani ongamelana nathi kukhona okuhle okuzayo egameni lika Jesu kunezinto ezithunyelwa kithi ukuba sizosiqeda kanti zizosiphakamisa ngabe ukhona yin ongizwayo?

13/03/2020

UJesu uyiNkosi ngaso sonke isikhathi futhi uthembekile kukho konke hlala kuJesu ulinde iskhathi esifaneleyo

Address

R603
Durban

Telephone

+27780878522

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Remnant International Church posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share