Spiritual United Church In Zion Of S.A

Spiritual United Church In Zion Of S.A Spiritual united zion of S.A is a church that was found in the year 2017 by Rev Z.W Ntshengece.

The main branch is in Umlazi E section ko 7, other branches are at Isipingo & Mawoti.

04/06/2026

Besiyobeka umawethu umaZondi intokazi ebithobekile kunoma kubani ine smile, futhi ipheka ezinkonzweni ingahlali ndawonye. Umusa nothando luka UNkulunkulu maluhlale naye kanye nomndeni wakwa Zondi kulesimo uJehovah asiphe ukududuzeka okuphelele🙏🏼🕊️

28/05/2026

Ngibonga abalandeli bami abaphezulu abasha! Lanita Queen

16/04/2026

Amazwi ayisikhombisa ashiwo indodana yomuntu, eyathi inesimo sobuNkulunkulu yehla yaba ngumuntu ebantwini yathwala isphambano sehlazo ingenacala yabekwa icala ngenxa yokona kwethu. Wayengena sici wayenje ngemvu enonyaka, wayengasoleki kepha wasolwa ngoba kwakumele afele thina🙌🔊🛐✝️🗣️🔊. Uyingcwele Jesu, udume, ubukhosi neNkazimülo makube kuwe Nkosi💯🙌

05/04/2026

Namhlanje ekseni masithi uvukile🙋🌿✝️🛐 nimfunela ophilayo kwabafileyo🙌

05/04/2026

Yaze yayisibusiso inkonzo yabantu abasha, babelana ngezwi leNkosi ku 1Petru 5v6-9

05/04/2026

Ubusuku nemini bekufana umusa kaNkulunkulu selokhu unathi🙌🙏🏼✝️🛐🌿

05/04/2026
Kufeziwe, kuphelelisiwe, icala lethu lihlawuliwe indodana yomuntu ezelwe iyodwa yadela ubukhosi bayo ukuze mina nawe sib...
05/04/2026

Kufeziwe, kuphelelisiwe, icala lethu lihlawuliwe indodana yomuntu ezelwe iyodwa yadela ubukhosi bayo ukuze mina nawe sibe nokuphila okuphakade🙋✝️🛐🌿. Siyalibonga igazi lewundlu elathululwa ngenxa yethu ukuze sithethelelwe izono

Ngibonga uNkulunkulu ukulithola Iphasika lalonyaka ka 2026 no mama iNkosi isamgcinile. Opening a new chapter nomkhulu uZ...
04/04/2026

Ngibonga uNkulunkulu ukulithola Iphasika lalonyaka ka 2026 no mama iNkosi isamgcinile. Opening a new chapter nomkhulu uZangwa junior🙏🏼🙏🏼

04/04/2026

UJehovah waze wayenza impumelelo inkonzo yakhe esebenza ngabantu.

Address

E789 THEMBA THABETHE Road
Durban

Opening Hours

11:00 - 15:00

Telephone

+27613632141

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Spiritual United Church In Zion Of S.A posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Place Of Worship

Send a message to Spiritual United Church In Zion Of S.A:

Share